Akuvumi

Kufa ngibonil'ukuthi awunal'uzwelo
Kufa ngibonil'ukuthi awunabuhlungu
Mhla uthath'umntanami hayi

Wayeneshumi linambili iminyaka yokuphila
Wayengaxabananga namuntu
Wayeneshumi linambili iminyaka yokuphila
Wayengakaxabani namuntu
Kodwa wamzuma noma kunjalo kufa

Noma ngizam'ukwamukela akuvumi (Akuvumi)
Ngabe kungcono kube angimbonanga
Sasuke sancokola

Noma ngizam'ukwamukela akuvumi (Akuvumi)
Ngabe kungcono kube angimbonanga
Oh ngikhumbul'amancoko

Kufa, wamzuma noma kunjalo (Uyingonyama yokubi kufa)
Kufa, ngabe kwavela phi na? (Uzum'ababi nabahle)
Kufa, wamzuma noma kunjalo
Kufa, ngabe kwavela phi na?

Noma ngizam'ukwamukela akuvumi (Akuvumi)
Ngabe kungcono kube angimbonanga
Sasuke sancokola

Noma ngizam'ukwamukela akuvumi (Akuvumi)
Ngabe kungcono kube angimbonanga
Oh ngikhumbul'amancoko

Chansons les plus populaires [artist_preposition] Bhekumuzi Luthuli

Autres artistes de African music