Amen Alleluiah

Ngithi nje kufanele simbongeni
Kanye, kanye uSomandla madoda
Ngithi nje kufanele simbongeni
Kanye, kanye uSomandla bakithi

Ngisho ngoba kuze kube nje, nje, nje
Nje, nje, nje kungenxa kaSomandla
Ngisho ngoba kuze kube nje, nje, nje
Nje, nje, nje kungenxa kaSomandla

Manje asithatheni lomzuzwana
Mama nawe Baba, dade
Siphuz'uhallelujah

Manje asithatheni lomzuzwana
Mama nawe Baba, dade
Woza mfowethu

Amen, hallelujah
Uyingcwele Somandla
Amen, hallelujah (Amen, hallelujah)
Uyingcwele Somandla

Amen, hallelujah (Amen, hallelujah)
Uyingcwele Somandla
Uyingcwele weh Somandla

Ngithi nje kufanele simbongeni
Kanye, kanye uSomandla madoda
Ngithi nje kufanele simbongeni
Kanye, kanye uSomandla bakithi

Ngisho ngoba kuze kube nje, nje, nje
Nje, nje kungenxa kaSomandla

Manje asithatheni lomzuzwana
Mama nawe Baba, dade
Siphuz'uhallelujah

Manje asithatheni lomzuzwana
Mama nawe Baba, dade
Woza mfowethu

Amen, hallelujah
Uyingcwele Somandla
Amen, hallelujah (Amen, hallelujah)
Uyingcwele Somandla

Amen, hallelujah (Amen, hallelujah)
Uyingcwele Somandla
Ngithi uyingcwele weh Somandla

Amen, hallelujah
Uyingcwele Somandla
Amen, hallelujah (Amen, hallelujah)
Uyingcwele Somandla
Ngithi uyingcwele weh Somandla

Amen, hallelujah
Uyingcwele Somandla
Amen, hallelujah (Amen, hallelujah)
Uyingcwele Somandla
Ngithi uyingcwele weh Somandla

Chansons les plus populaires [artist_preposition] Bhekumuzi Luthuli

Autres artistes de African music