Eshaya Moya
Ngaze ngambamb'uXovizwe
Uyaqeketh'uma umqeketh'uyafaza
Ngambamb'efakaza ngam amanga madoda
Ngaze ngambamb'uXovizwe
Uyaqeketh'uma umqeketh'uyafaza
Ngambamb'efakaza ngam amanga madoda
Uqamb'amanga uyangisukela
Udlala ngami
Unamanga, buzani kuye
Mina ngamgqibel'umuntu amanga
Nangu useshaya moya kwaMashu
Wen'unamanga, ngafika sekonakele
Mina angazi
Wen'unamanga, ngafika sekonakele
Mina angazi
Wen'unamanga, ngafika sekonakele
Mina angazi
Ngaze ngambamb'uXovizwe
Uyaqeketh'uma umqeketh'uyafaza
Ngambamb'efakaza ngam amanga madoda
Unamanga, buzani kuye
Mina ngamgqibel'umuntu amanga
Nangu useshaya moya kwaMashu
Unamanga, buzani kuye
Unamanga, udlala ngami
Wen'unamanga, ngafika sekonakele
Mina angazi
Wen'unamanga, ngafika sekonakele
Mina angazi (Unamanga uhlushwa yizindaba)
Wen'unamanga, ngafika sekonakele
Mina angazi (Unamanga uhlushwa yizindaba)
Wen'unamanga, ngafika sekonakele
Mina angazi
Wen'unamanga, ngafika sekonakele (Angazi ungifunani)
Mina angazi (Unamanga uhlushwa yizindaba)
Wen'unamanga, ngafika sekonakele
Mina angazi