Impempe
Mina ngikhalel'inkomo zami
Ngalobolela mahala
Oh mina ngikhalel'inkomo zami
Ngalobolela mahala
Ngalobolel'ubala
Ngalobolela mahala
Ngangithi ngilobol'umkami
Kanti ngilobol'impempe
Ngangithi ngilobol'umkami
Kanti ngilobol'impempe
Ngiyafa yimpempe
Krifi, krifi, krifi, krifi
Shem uyakhuluma bandla mkami waphiwa
Ngiyafa yimpempe la endlini
Ngiyafa yimpempe
Ubusuku nemini ngafa impempe
Ngiyafa yimpempe
Ubusuku nemini ngafa impempe
Heh ngithi uzoyibeka phansi
Uma efik'ekamelweni
Kanti uzoqala phansi futhi
Yaqala yaze yashinsh'amagiya lempempe
Ngivelelwe mina
Ngiyafa yimpempe
Ubusuku nemini ngafa impempe
Ngiyafa yimpempe
Ubusuku nemini ngafa impempe
Heh ngithi uzoyibeka phansi
Uma efik'ekamelweni
Kanti uzoqala phansi futhi
Hey, hey, hey, hey
Heh ngithi uzoyibeka phansi
Uma efik'ekamelweni
Kanti uzoqala phansi futhi
Yaqala yaze yashinsh'amagiya lempempe
Ngivelelwe mina
Mina ngikhalel'inkomo zami
Ngalobolela mahala
Oh mina ngikhalel'inkomo zami
Ngalobolela mahala
Ngalobolel'ubala
Ngalobolela mahala
Ngangithi ngilobol'umkami
Kanti ngilobol'impempe
Ngangithi ngilobol'umkami
Kanti ngilobol'impempe
Ngiyafa yimpempe
Krifi, krifi, krifi, krifi
Shem uyakhuluma bandla mkami waphiwa
ONompempe basemabholeni
Mtan'omuntu uzongixolela
Oh bakud'eFNB Stadium
ONompempe basemabholeni
Mtan'omuntu uzongixolela
Hey, hey, hey, hey
ONompempe basemabholeni
Mtan'omuntu uzongixolela
Akudlalwa bhola la emzini kababa
Uzongixolela mntan'omuntu
ONompempe basemabholeni
Mtan'omuntu uzongixolela
Hey, hey, hey, hey
Ngiyafa yimpempe
Ubusuku nemini ngafa impempe
Ngiyafa yimpempe
Ubusuku nemini ngafa impempe
Heh ngithi uzoyibeka phansi
Uma efik'ekamelweni
Kanti uzoqala phansi futhi
Yaqala yaze yashinsh'amagiya lempempe
Ngivelelwe mina
Ngiyafa yimpempe
Ubusuku nemini ngafa impempe (Ngivelelwe mina)
Ngiyafa yimpempe
Ubusuku nemini ngafa impempe
Heh ngithi uzoyibeka phansi
Uma efik'ekamelweni
Kanti uzoqala phansi futhi
Hey, hey, hey hey
Heh ngithi uzoyibeka phansi
Uma efik'ekamelweni