Impihlo

Alikh' iqiniso emhlabeni
Alikh' iqiniso emhlabeni
Alikh' iqiniso emhlabeni
Alikh' iqiniso emhlabeni
Ngayalwa zimoto zasegoli ezimhloshana
Ezibelethe amasondo emhlane
Alikh' iqiniso emhlabeni

Ishumi lemnyaka cishe nangaphezulu
Mina ngicabanga ukuthi
Uyangithanda
Ishumi lemnyaka cishe nangaphezulu
Mina ngicabanga ukuthi
Wethenbekile kimi

Kuhambe kwahamba ngaze ngathol' imfihlo ngawe nami
Ngaze ngathola nokuthi
Ujola nomfana wase lamonti
Ngathol' enye futhi imfihlo
Ngaze ngathola nokuthi
Ujola nomfana wase lamonti
Hhawu ngephukumoya dali ngephukumoya

Alikh' iqiniso emhlabeni
Alikh' iqiniso emhlabeni
Kuhambe kwahamba ngaze ngathol' enye futhi imfihlo
Ngaze ngathola nokuthi
Ujola nomfana wasezola emndeni
Hhawu ngathol' enye futhi imfihlo
Ujola nomfana wasezola emndeni

Uthi ufuna ngikwethembe
Dali uthi ufuna ngikwethembe
Uwena onqaba nokuthembeka
Uwe futhi othanda amalift othand' amalift
Uwena onqaba nokwethembeka
Ngayalwa zimoto zasethekwini
Ezibelethe amasondo emhlane
Uwena onqaba nokwethembeka
Hhawu ngephukumoya

Chansons les plus populaires [artist_preposition] Bhekumuzi Luthuli

Autres artistes de African music