Kobandayo

Weh Nkulunkulu uwen'owazi isiqalo nesiphetho
Intandane enhle bath'umakhothwa ngunina wayo
Kodw'intandane efana nami iyawukhothwa ngubani na?
Mina ngibeka Kuwe konke phambi kwakho Nkosi

Weh Nkulunkulu uwen'owazi isiqalo nesiphetho
Intandane enhle bath'umakhothwa ngunina wayo
Kodw'intandane efana nami iyawukhothwa ngubani na
Mina ngibeka Kuwe konke phambi kwakho Nkosi

Yebo Nkulunkulu uwen'owazi isiqalo nesiphetho
Intandane enhle bath'umakhothwa ngunina
Kodw'intandane efana nami iyawukhothwa ngubani na
Oh ngiyakhala ngikhalel'umama

Ngabe ngiyathula ukuba kukhon'into efana nay'umama
Ayikh'into efana nomama kulelizwe
Ngabe ngiyathula ukuba kukhon'into efana naye
Ayikh'into efana nomama
Ngabe ngiyathula ukuba kukhon'into efana nay'umama
Ayikh'into efana nomama kulelizwe

Umama ukwelikud'izwe
Emathunjini omhlaba
Umama ukwelikud'izwe
Emathunjini omhlaba

Ulele kobandayo umoya
Emathunjini omhlaba
Ulele kobandayo umoya
Emathunjini omhlaba

Umama ukwelikude izwe
Emathunjini omhlaba

Yebo Nkulunkulu uwen'owazi isiqalo nesiphetho
Intandane enhle bath'umakhothwa ngunina wakho
Kodw'intandane efana nami iyawukhothwa ngubani na
Mina ngibeka Kuwe konke phambi kwakho Nkosi

Ngabe ngiyathula ukuba kukhon'into efana nay'umama
Ayikh'into efana nomama kulelizwe
Ngabe ngiyathula ukuba kukhon'into efana naye
Ayikh'into efana nomama kulelizwe

Umama ukwelikud'izwe (Mama wahamba wajubalala)
Emathunjini omhlaba (Sasala thina sikhal'izinyembezi)
Umama ukwelikud'izwe (Mama wahamba wajubalala)
Emathunjini omhlaba (Sasala thina sikhal'izinyembezi)

Ulele kobandayo umoya
Emathunjini omhlaba

Chansons les plus populaires [artist_preposition] Bhekumuzi Luthuli

Autres artistes de African music