Kukhona Umkhuba

Wena kukhon'umkhuba ophezu kwawo
Ngitshele Dali
Yingqondo ni le olele kuyo

Wena kukhon'umkhuba ophezu kwawo
Ngitshele Dali
Yingqondo ni le olele kuyo

Njalo ntambama uyagula yiqolo nemilenze
Nakhu ngivelelwa mina hey
Izolo bekuyisisu hawu

Njalo ntambama uyagula yiqolo nomlenze
Nakhu ngivelelwa mina hey
Izolo bekuyisisu

Iqolo lakho liyagula njalo uma kukhona mina
Iqolo lakho liyagula njalo uma kukhona mina
Uma ufika kwaNgcobo ekhehleni kodw'udlal'iManyisa
Uma ufika kwaNgcobo ekhehleni kodw'udlal'iTwalatsa

Ungayidlala kanjani iTwalatsa uphethwe yiqolo
Ungayidlala kanjani iManyisa uphethwe yiqolo
Yingqondo ni le olele kuyo

Vuka sthebe kadliwa udlela
Vuka sthebe kadliwa udlela
Mina ngiseyimi kwakungenziwa lokho kimi
Mina ngiseyimi kwakungenziwa lokho kimi
Ngangingaboph'imithwalo ngihambe

Vuka sthebe kadliwa udlela
Goba msenge udliwe ziimbuzi

Vuka sthebe kadliwa udlela
Vuka sthebe kadliwa udlela
Mina ngiseyimi kwakungenziwa lokho kimi
Mina ngiseyimi kwakungenziwa lokho kimi
Ngangingaboph'imithwalo ngihambe

Vuka sthebe kadliwa udlela
Goba msenge udliwe ziimbuzi

Wena kukhon'umkhuba ophezu kwawo
Ngitshele Dali
Yingqondo ni le olele kuyo

Wena kukhon'umkhuba ophezu kwawo
Ngitshele Dali
Yingqondo ni le olele kuyo

Njalo ntambama uyagula yiqolo nemilenze
Nakhu ngivelelwa mina hey
Izolo bekuyisisu

Njalo ntambama uyagula yiqolo nomlenze
Nakhu ngivelelwa mina hey
Izolo bekuyisisu

Iqolo lakho liyagula njalo uma kukhona mina
Iqolo lakho liyagula njalo uma kukhona mina
Uma ufika kwaNgcobo ekhehleni kodw'udlal'iManyisa
Uma ufika kwaNgcobo ekhehleni kodw'udlal'iTwalatsa

Ungayishaya kanjani iTwalatsa uphethwe yiqolo
Ungayidlala kanjani iManyisa uphethwe yiqolo
Yingqondo ni le olele kuyo

Chansons les plus populaires [artist_preposition] Bhekumuzi Luthuli

Autres artistes de African music