Nomafeshini
Yebo ngisaphila sihlobo sami
Wen'uvuke kanjani?
Mina ngisaphila sihlobo sami
Wen'uvuka kanjani?
Mina ngisaphila sihlobo sami
Wen'uvuka kanjani?
Ngihlushwa yibo labantu
Abathand'into zabantu
Bayangixaka laba bantu
Oh bathand'into zabantu
Bayakhathaza
Yebo ngisaphila sihlobo sami
Wen'uvuka kanjani?
Mina ngisaphila sihlobo sami
Wen'uvuka kanjani?
Mina ngisaphila sihlobo sami
Wen'uvuka kanjani?
Ngihlushwa yibo labantu
Abathand'into zabantu
Bayangidina laba bantu
Oh bathand'into zabantu
Bayakhathaza
Oh ngisathe ngasukelwa mina
Oh ngisathe bangisukela
Oh ngisathe bangisukela mina
Oh ngisathe ngasukelwa
Nank'uNomafeshini
Yekelan'into zabantu
Nank'uNomafeshini
Yekelan'into zabantu
Zonixak'into zabantu
Nank'uNomafeshini
Yekelan'into zabantu
Zonixak'into zabantu
Yekan'into zabantu
Ngeliny'ilanga ziyojika
Ziyonithwesa kanzima
Oh ngisathe nangisukela mina
Oh ngisathe ngasukelwa
Nank'uNomafeshini
Yekelan'into zabantu
Zonixak'into zabantu
Yekan'into zabantu
Ngeliny'ilanga ziyojika
Ziyonithwesa kanzima
Nank'uNomafeshini
Yekelan'into zabantu
Niyazithand'into zabantu (Niyakhathaza)
Nank'uNomafeshini
Yekelan'into zabantu
Nihlushwa yin'into zabantu (Bayakhathaza)
Nank'uNomafeshini
Yekelan'into zabantu
Nixakwe yini kwinto zabantu (Bayakhathaza)
Mina ngisaphila sihlobo sami
Wen'uvuka kanjani?
Ngihlushwa yibo labantu
Abathand'into zabantu
Bayangixaka laba bantu
Oh bathand'into zabantu
Bayakhathaza
Nank'uNomafeshini
Yekelan'into zabantu
Oh ngisathe bangisukela mina
Oh ngisathe ngasukelwa
Nank'uNomafeshini
Yekelan'into zabantu
Zonixak'into zabantu (Bayakhathaza)
Nank'uNomafeshini
Yekelan'into zabantu
Oh ngisathe bangisukela mina (Bayakhathaza)
Oh ngisathe bangisukela
Nank'uNomafeshini
Yekelan'into zabantu
Yekelan'into zabantu