Yayiyokwenzani

Gedleyihlekisa mfo kaMsholozi
Onamakhanda amabili
Awungicobelele lento yakho

Gedleyihlekisa mfo kaMsholozi
Onamakhanda amabili
Awungicobelele lento yakho

Weh Gedleyihlekisa mfo kaMsholozi
Onamakhanda amabili
Ngicela ungicolelele lento yakho

Wen'iyintombi zikulanda endlini
Wenza ngani na Msholozi
Awungicobelele kancane

Wen'iyintombi zikulanda endlini
Wenza ngani na Msholozi
Awungicobelele kancane

Wen'utheni ufun'umshini wakho
Izintombi zadideka zaleth'uculu
Wen'utheni ufun'umshini wakho
Izintombi zadideka zaleth'uculu

Ngob'iyintombi zikulanda endlini
Wenza ngani na Msholozi
Awungicobelele kancane

Sele ngiyizumile lentombi
Ngamqambel'amanga
Ngayiphos'igil'emafutheni
Yamqoma kwavungazel'umhlaba wonke

Sele ngiyizumile lentombi
Ngamqambel'amanga
Ngayiphos'igil'emafutheni
Yamqoma kwavungazel'umhlaba wonke

Sele ngiyizumile lentombi
Ngamqambel'amanga
Ngayiphos'igil'emafutheni
Yayiyokwenzani ekamelweni kwaZulu

Gedleyihlekisa mfo kaMsholozi
Onamakhanda amabili
Awungicobelele lento yakho

Gedleyihlekisa mfo kaMsholozi
Onamakhanda amabili
Awungicobelele lento yakho

Weh Gedleyihlekisa mfo kaMsholozi
Onamakhanda amabili
Ngicel'ungicobelele kancane

Wen'iyintombi zikulanda endlini
Wenza ngani na Msholozi
Awungicobelele kancane

Wen'iyintombi zikulanda endlini
Wenza ngani na Msholozi
Awungicobelele kancane

Wen'utheni ufun'umshini wakho
Izintombi zadideka zaleth'uculu

Curiosités sur la chanson Yayiyokwenzani de Bhekumuzi Luthuli

Quand la chanson “Yayiyokwenzani” a-t-elle été lancée par Bhekumuzi Luthuli?
La chanson Yayiyokwenzani a été lancée en 2007, sur l’album “Inkinga Ngu R7”.

Chansons les plus populaires [artist_preposition] Bhekumuzi Luthuli

Autres artistes de African music