Ak'laleki
UShuni weNkabi
Ayi mfana akoyoma kowabo impela manje asidlali ney'ngane
Nx ayi suka Kwesta
Bathi yaz mama ak'laleki mangine mali ak'laleki
Uyaz' mama ang'bambeki manginemali ang'bambeki
Amabini amathathu mudle mali yakhe ak'laleki
Amabini amathathu mudle mali yakhe ak'hambeki
87 siginqi sondo kusano k'duma iCaracara
Kushi iStoep emakasana inkabi zigova isphakaphaka
Amaphepha angena eze eyiqede yonke indabandaba
Kush' ugodoba sphethe ingudu silokho sidlala iNkalakatha
Amabili abandayo inkabi ayizondi thina aboKhuzwayo
Yithina abaphuzwayo dedela igazi ungi'thintele ok'funayo
Ngik'tholele ok'shunqayo noma ok'phuzwayo yi wine le nukayo
Mangingena ubo sabela ngphuz ibhodlela elibizayo
Ak'laleki mawunemali shwele mama ang'thandeki mang'ngabhlabi
Ang'bambeki mak'ngenani ngizwe mama ang'phatheki mang'ngayphathi
Ak'jaiveki mang'ngaydali ebantwaneni ang'bukeki mang'ngaykhami
Ng'bulala u Van Damme, kusho umsindo ak'laleki mawunemali
Spheth' amachankura mama senga jabula
Ng'bize u money spender for the night usengang' lawula
Ngik'tholele okok'qabula, yini sew'yazamula
Kubuhlungu inhliziyo yaz senga phola maungang'qabula
Bathi yaz mama ak'laleki mangine mali ak'laleki
Uyaz mama ang'bambeki manginemali ang'bambeki
Amabini amathathu mudle mali yakhe ak'laleki
Amabini amathathu mudle mali yakhe ak'hambeki
Umsebenzi ungfakela uk'shisa
Sengze late for itaxi yokugcina
Ngfike ighetto ng'bhele amajita
Squbul' icrate sibambe amabhiya
Sibize ama pentshis' nawo azos' siza
Ushintsh' aw'theshi s'pheth' amaclipa
Kukhish' ama kepisi khanda liya sinda
Ozenza sexy uthelwa nge spinza
Yith laba beze bapeth ushit la
Yinkalabez eybeke istin' la
Sireyi imaxi taxi yemjibha
Bese kuwi phenti estrip club mpintshi yam
Bheka amajet endiza zinja zipheth iy'dakamizwa
Maw'th uyabheka umbhede yangbiza
Kodwa ak'laleki ngizow' shaya ngomzimba
Bath yaz mama ak'laleki mangine mali ak'laleki
Uyaz mama ang'bambeki manginemali ang'bambeki
Amabini amathathu mudle mali yakhe ak'laleki
Amabini amathathu mudle mali yakhe ak'hambeki
Ayi zofika ngodoti ngath aniboni bafana insimbi ayigobi
Ngthin nsini ayingoni, ngyab'hlaba labantwana ibhiya ayiboli
Ithini intombi ayiqomi dedela ublood mama sithi ubomi
Sengphathis umlungu isangoma samshaya ama yellowbone
Amabhiya angenile nthatha kusa sihamba ngamabonda siphula amabhodlela
Kothand' uk'buka siphuma ngama corner
Siy'nkabi zakhona amaTycoon siphila namabhoza
Sishiya kumanz phansi woza sik'thele ungabulawa ukoma
Izwa le ngoma oh babe ongbona
Buka le ndoda aw'bheke iyanghlola
Phuza amadoda kodwa ntombi uzong'qoma
Caster Semenya ngathi ufana nendoda
Siphume kanje ayi bhuti uzontshontsha
Kphela amabhiya kohlwa bhuti ng'zoy khona
Buka amavinqa kodwa mfana uzofona
Thenge nebhiya kodwa ufuna siyo jola
Bath yaz mama ak'laleki mangine mali ak'laleki
Uyaz mama ang'bambeki manginemali ang'bambeki
Amabini amathathu mudle mali yakhe ak'laleki
Amabini amathathu mudle mali yakhe ak'hambeki
Bath yaz mama ak'laleki mangine mali ak'laleki
Uyaz mama ang'bambeki manginemali ang'bambeki
Amabili amathathu mudle mali yakhe ak'laleki
Amabili amathathu mudle mali yakhe ak'hambeki