Baba Ngiyakhumbula

Kub'ubaba usekhona lana
Ay yeh ishe
Kuba baba usekhona nam
Bab'usaphila nah
Kuba baba usekhona la
Kub' ubab'usaphila nam
(Ngab'uyangibona nam ubaba)
(Ngab'uyangibona nam unyana)

Kub'utata usekhona lana
Kub'ubaba usaphila nyalo
(Ngab'uyangibona nam ubaba)
(Ngab'uyangibona nam

Baba sengab'odume lwezwe
Sengab'odume lwezwe
Baba sengab'odume lwezwe
Baba sengab'odume lwezwe
Sengab'odume lwezwe
Baba sengab'odume lwezwe
Yelele

Sawbona baba babangthembe kuyaphileka
Ngyaz usangkhumbula nakimi uyakhumbuleka
Yebo kwakubuhlungu ukuhamba kwakho ngadineka kodwa manje sengixolile sekwehlile ukuthukuthela
Kodwa angikusho lokh' yazi baba ngyakukhumbula
Ngyakukhumbula ungfukula ngyakhumbul'ungqubula
Bathi ngfana nawe lawomazw'ayangiduduza
Mangiybuk'esbukweni ngibona wena ngyajabula
Wahamba ngsemncane asikutholang'ukuxoxa
Mina nginembuz' engsazoybuza mangikubona
Ngyazi sohlangan'emazulwini ngsazobhodla
Khon'islond' esngapholi enhlizweni yami baba uzosthoba
Kuning' engzokutshela khona sekwab'amahlala khona
Baba sengkhulile sengnengane sengiyindoda
Kunzima nje nam angikholwa kodwa wen' angikukhohlwa
Ngisebenza kanzima impumelele ngzofela khona

Kuba baba usekhona nam
Kubab'usaphila nam
(Ngab'uyangibona nam ubaba)
(Ngab'uyangibona nam unyana)
Kuba tata usekhona nam
Kub' ubab'usaphila nam
(Ngab'uyangibona nam ubaba)
(Ngab'uyangibona nam unyana)

Baba sengab'odume lwezwe
Sengab'odume lwezwe
Baba sengab'odume lwezwe
Baba sengab'odume lwezwe
Sengab'odume lwezwe
Baba sengab'odume lwezwe
Yelele

Umam' unokung bheka athi ngimkhumbuz'ubaba
Babakho kwakuyinsizwa kodwa wayehlushw'utshwala
Njalo mayebushayile laykhaya sthethamacala uzobhikisha kuze kuse khohlwa nje ngeke kusalalwa
Vele nghleke kancane ngob'okunye ngangikbona
Ai ntombendala xola
Sengzengamekhel'indlu injabulo mawngaybona baba ngval'amaphuthakho sengkhulile sengiyndoda
Baba bengfis'ithuba uke ungbone mangicula
Ngyaz isfiso sakh' kwakudlal'ibhola mangkhula
Yebo baba engkhuza abanye bathi ngyakufuza
Mangicabanga ngawe umoya wami uyaphuka

Baba sengab'odume lwezwe
Sengab'odume lwezwe
Baba sengab'odume lwezwe
Baba sengab'odume lwezwe
Sengab'odume lwezwe
Baba sengab'odume lwezwe
Yelele

Uthando lungenhla bath salute laph'enkabini
Izitha zangjaha noma ngilinda ngabafile
Nkabi nation uthando lunye nje abangthinte
Noma ngenemall aphamabounce ngbangitraffic
Wangfundis'ukuswenka kodwa nje angichomi
Ngenge zasengenhla ayikh'intombi ethi ayingiqomi
Mafana fanayo shayi 2piece yeskoshi
Bangithathel'ekhanda kodwa angisqoki nesqoko
Iskole angisqedanga baba eish bangixosha
Yebo ngangasthandi ewu ngangidoja
Yazi nginereport elibhalikuthi inkinzi kalova
Baba asbuye sxoxe banglindile ngsayoperfom

Kuba baba usekhona lan
Kubabab'usaphila lana
(Ngab'uyangibona nam ubaba)
(Ngab'uyangibona nam unyana)
Kuba tata usekhona la
Kub' ubab'usaphila la
(Ngab'uyangibona nam ubaba)
(Ngab'uyangibona nam unyana)

Baba sengab'odume lwezwe (Bayangithand'abantu ezweni)
Sengab'odume lwezwe (Bayangithand'abantu ezweni)
Baba sengab'odume lwezwe
Baba sengab'odume lwezwe (Bayangithand'abantu ezweni)
Sengab'odume lwezwe (Bayangithand'abantu ezweni)
Baba sengab'odume lwezwe
Yelele

(Bayangithand'abantu ezweni)
(Bayangithand'abantu ezweni)
(Bayangithand'abantu ezweni)
(Bayangithand'abantu ezweni)

Chansons les plus populaires [artist_preposition] Big Zulu

Autres artistes de African hip hop