Type Yam
Mana ngikuxoxel'indaba nje
Ngidibene netype yam
Mana ngikuxoxel'indaba nje izolo
Ngidibene netype yam
Aw iyo iyo (Aw aw aw aw)
Ngidibene netype yam (Iyoh iyelele mama)
Aw iyo iyo (Aw aw aw aw)
Ngidibene netype yam (Iyoh iyelele mama)
Mana ngikuxoxel'indaba nje izolo
Mamela nkabi yami awuthi ngik'xoxele ngendaba zayizolo
Bengiphume nezami ngigeze kakhulu uyangazi ngogodo
Awudedel' u blood ngisike nephiko uyangazi ngilinono
Sibashaya kancane asihambi siya walka uyangazi ngilijongo
Nezami sabamb' ugologo magez' o push' iyimokolo
Aww sihleli silind' imbokodo isgubhu siyadlala esamisokolo
Umswenko ubukweny' ilevel siblomile sibudlel' etavern
Siphezula kuphakam' useven sidla one one naboma leven
Iteksi idiliz' intomb' emhlophe ngavela ngewindi awuthi ngibone
Lentomb' itype yami ngeke ngikhone kwashitsha ne walk ngeke ngi flope
Mana ngikuxoxel'indaba nje
Ngidibene netype yam
Mana ngikuxoxel'indaba nje izolo
Ngidibene netype yam
Aw iyo iyo (Aw aw aw aw)
Ngidibene netype yam (Iyoh iyelele mama)
Aw iyo iyo (Aw aw aw aw)
Ngidibene netype yam (Iyoh iyelele mama)
Mana ngikuxoxel'indaba nje izolo
Ngidibene netype yam
Mana ngikuxoxel'indaba nje izolo
Ngidibene netype yam
Nga adjust' iwalk ngashona khona zadunus' ezami ngyobona khona
Ndoniyamanzi vulakapho wen'ungowami ngiyakutshela xo
Vuk' ngizitholel' isbutubutu wen' uzodl' ezami ithukuthuku
Ezami ziyangazi ngebukubuku awubheke min' ukhohlw' iphukuphuku
Wen' uyi type yami uyangifanela ibala kusithenj' uyolishanyela
MaKhumalo zokuphakela ungitshele mangebe ngyalahleka
Mina ngithumel' abakhongi uthando lwenkabi abaluboni
Buhle obungaka abancomi aww lamanzi angikhiqizel' indoni
Mana ngikuxoxel'indaba nje
Ngidibene netype yam
Mana ngikuxoxel'indaba nje izolo
Ngidibene netype yam
Aw iyo iyo (Aw aw aw aw)
Ngidibene netype yam (Iyoh iyelele mama)
Aw iyo iyo (Aw aw aw aw)
Ngidibene netype yam (Iyoh iyelele mama)
Mana ngikuxoxel'indaba nje izolo
Ngizak'thumel' inkomo zikababa uthando silubonis' umhlaba
Olwethu ake sikhohlw' onondaba kikiza mkhwekazi type yami ngyayishada
Kotiz' uzongivusel' ikhaya uk'thol' onjengawe ngine nhlanhla
Type yami ingitholel' abantwana hhayy mangihleka kanjena ngyathanda
Ngyabonga mkhwekazi ngesiphalaphala thandolwethu ludal' inyakanyaka
Kade ngilokhu ngizama
Aw iyo iyo (Aw aw aw aw)
Ngidibene netype yam (Iyoh iyelele mama)
Aw iyo iyo (Aw aw aw aw)
Ngidibene netype yam (Iyoh iyelele mama)
Aw iyo iyo (Aw aw aw aw)
Ngidibene netype yam (Iyoh iyelele mama)
Aw iyo iyo (Aw aw aw aw)
Ngidibene netype yam (Iyoh iyelele mama)
Mana ngikuxoxel'indaba nje (Aw aw aw aw)
Ngidibene netype yam (Iyoh iyelele mama)
(Aw aw aw aw)
(Iyoh iyelele mama)
(Aw aw aw aw)
(Iyoh iyelele mama)