Uzoma
Ngivuk' ekseni kugcwel' izindaba ngami
Ngivuk' ekseni kugcwel' amaphepha, aah
Ngivuk' ekseni
K'shiwo lokhu nalokhu ngami
Ngivuk' ekseni, oh k'khulunywa ngami, why
Ngathi kukhona
Hlal' ebheja ngami
Ethi noma engahlushwa
Noma engalingwa
Kodw' uzoma, uzoma, uzoma ah
Ngathi kukhona
Hlal' ebheja ngami
Ethi noma engahlushwa
Noma engalingwa
Kodw' uzoma, uzoma, uzoma ah
Mdali ngath' usungethemba kakhulu nawe
Hlal' ungivikele nezingilosi eziyinkulungwane
Khumbula indonsa yakuphoxa
Kodwa mina ngeke ngakuphoxa
Ngathi kukhona
Hlal' ebheja ngami (Hlal'efun'uthando lwami)
Ethi noma engahlushwa
Noma engalingwa
Kodw' uzoma, uzoma, uzoma ah
Ngathi kukhona
Hlal' ebheja ngami
Ethi noma engahlushwa
Noma engalingwa
Kodw' uzoma, uzoma, uzoma ah
Ngathi kukhona
Hlal' ebheja ngami
Ethi noma engahlushwa
Noma engalingwa
Kodw' uzoma, uzoma, uzoma ah