Uyangibuza
Ufike wangibuza izolo
Namanj'uyangibuza
Why uhlala ungibuza
Baby uyangithanda na
Ekuseni uyangibuza
Nase mini uyangibuza
Ntambamba nguwe lo na uyangibuza
Uyangithanda na
Iminyaka emingaka sisonke
Awukangethembi
Iminyaka emingaka sisonke
Awukangethembi
Baby why oh why
Ngaba awukho la ukuba angikuthandi
Ngaba awufowni njalo
Ngithi imiss you baby
Ngaba angithengi lezizipho ezingaka
If angikuthandi
Ngoba akekho omunye
Ngaphandle kwakho
(Inhliziyo yami igcwel'uthando lwakho)
Angilali ubusuku nemini ngicabanga ngawe
Iminyaka emingaka sisonke
Namanje awukangethembi
Iminyaka emingaka sisonke
Namanje awukangethembi
Oh baby why oh why
Ngaba awukho la ukuba angikuthandi
Ngaba awufowni njalo
Ngithi imiss you baby
Ngaba angithengi lezizipho ezingaka
If angikuthandi
Oh no no no (Ngoba akekho omunye)
Ngaphandle kwakho
(Inhliziyo yami igcwel'uthando lwakho)
Angilali ubusuku nemini ngicabanga ngawe
Ngaba awukho la (Ngaba awukho la ukuba angikuthandi)
Ngaba angifowni baby (Ngaba awufowni njalo)
Ngithi imiss you baby
Ngaba angithengi lezizipho ezingaka
If angikuthandi baby (If angikuthandI)
Oh no no no (Ngoba akekho omunye)
Ngaphandle kwakho
(Inhliziyo yami igcwel'uthando lwakho)
Angilali ubusuku nemini ngicabanga ngawe