Phakade

Nguwe lo bengimcela kumdali wam
Mangikhuleka ngingedwa
Ngicela uthathe isandla sam
Unginike uqobo lwakho

Kuze kube ngunaphakade
Naphakade naphakade
Ngifuna ukuba nawe namhlanje
Kuze kube ingunaphakade
Kuze kube ngunaphakade

Sengimtholile ngizohlala naye
Ngakhe impilo naye
Ngimthokozise
Wena uyintokozo yami (Uyisipho esihle)

Empilweni yam
Ivulekile inhliziyo yam
Oh manje sengiholwa nguthando
Oh ngikunika lonke ithembalami

Oh akukho ukungabaza
Ngingowakho naphakade naphakade
Ngifuna ukuba nawe namhlanje
Kuze kube ingunaphakade

Ngifuna ukuba nawe ngoba
Ngibonga ngalo oluthando (Ongipha lona)
Ngibonga nangehlonipho (Ongibonisa yona )
Ngibonga nange gama lakho (Ongipha lona lona lona )

Naphakade
Naphakade naphakade
Ngifuna ukuba nawe namhlanje
Kuze kube ingunaphakade

Ngifuna ukuba nawe naphakade
Naphakade naphakade
Ngifuna ukuba nawe namhlanje
Kuze kube ingunaphakade

Ngifuna ukuba nawe naphakade
Naphakade naphakade
Ngifuna ukuba nawe namhlanje
Kuze kube ingunaphakade

Ngifuna ukuba nawe naphakade

Curiosités sur la chanson Phakade de Lira

Sur quels albums la chanson “Phakade” a-t-elle été lancée par Lira?
Lira a lancé la chanson sur les albums “Return to Love” en 2011, “"lira" Rise Again - The Reworked Hits Collection” en 2013, et “Rise Again” en 2013.

Chansons les plus populaires [artist_preposition] Lira

Autres artistes de Pop