Uzonda U Makhelwane

Wen'ozond'umakhelwane
Ungab'uyolahlwa yini na?
Ngob'umhlab'ukulindile

Wen'ozond'umakhelwane
Kodwa ngab'uyolahlwa yini na?
Ngob'umhlab'ukulindile

Wen'ozond'umakhelwane
Ungab'uyolahlwa yini na?
Ngoba umhlab'ukulindile

Ngoba ngifike kuw'izolo
Ngizocel'uncedo ngemoto yakho
Kodwa wena wangixosha njengexoxo

Ngoba ngifike kuw'izolo
Ngizocel'uncedo ngemoto yakho
Kodwa wena wangixosha njengexoxo

Kodwa ngifike kuw'izolo mngani wami
Ngizocel'uncedo ngemoto yakho
Maye kodwa wena wangixosha njengexoxo

Ngiyakwesaba makhelwane
Ngiyakwesaba mngani wami
Ngiyakwesaba mngani wami

Ngase ngiyabon'ukuthi kabogundwane kuyasuthwa
Kodwa kaboloxoxo kuyahlushekwa
Ngabe ngiyabon'ukuthi kabogundwane kuyaphilwa
Ngase ngiyabonukuthi kaboxoxo kodwa kona kuyalanjwa

Kaboxoxo
Kaboxoxo
Kaboxoxo kuyalanjwa

Chansons les plus populaires [artist_preposition] Mahlathini

Autres artistes de African music