African Sunset [Welela]

Ilanga lishonile
Bafana mazibuye izinkomo zobaba

Ilanga loshonile
Bafana mazibuye izinkomo zobaba

Ilanga selishonile
Bafana mazibuy'izinkomo zobaba

Ilanga lishonile
Bafana mazibuy'izinkomo zobaba

Sengibathe ngibheka ngasemagcekeni angiboni lutho
Sengibathe ngibheka ngasemagcekeni angiboni lutho
Sengibathe ngibheka ngasemagcekeni angiboni lutho

Oh siyolobola ngani na
'Ma siyek'iyinkomo zobaba
Zemuka nomoya

Oh siyolobola ngani na
'Ma siyek'iyinkomo zobaba
Zemuka nomoya

Oh siyolobola ngani na
'Ma siyek'iyinkomo zobaba
Zemuka nomoya

Oh siyolobola ngani na
'Ma siyek'iyinkomo zobaba
Zemuka nomoya

Bafana ziphi na izinkomo zobaba?
Bafana ziphi na izinkomo zobaba?
Bafana ziphi na izinkomo zobaba?
Bafana ziphi na izinkomo zobaba?

Weh bafana thathani izinduku
Weh bafana thathan'izinduku
Weh bafana thathan'izinduku
Siyobhek'izinkomo zobaba
Esigangeni

Weh bafana thathan'izinduku
Weh bafana thathan'izinduku (Oh siyolobola ngani na)
Weh bafana thathan'izinduku ('Ma siyek'iyinkomo zobaba)
Niyobhek' izinkomo zobaba (Zemuka nomoya)
Esigangeni

Oh siyolobola ngani na
'Ma siyek'iyinkomo zobaba
Zemuka nomoya

Oh siyolobola ngani na
'Ma siyek'iyinkomo zobaba
Zemuka nomoya

Oh siyolobola ngani na
'Ma siyek'iyinkomo zobaba
Zemuka nomoya

Oh siyolobola ngani na?
'Ma siyek'iyinkomo zobaba
Zemuka nomoya

Ilanga lishonile (Oh siyolobola ngani na?)
Bafana mazibuy'izinkomo zobaba ('Ma siyek'iyinkomo zobaba)
(Zemuka nomoya)

Ilanga lishonile
Bafana mazibuy'izinkomo zobaba (Oh siyolobola ngani na?)
('Ma siyek'iyinkomo zobaba)

Bathi ilanga lishonile (Zemuka nomoya)
Bafana mazibuy'izinkomo zobaba

(Oh siyolobola ngani na?)
Ilanga lishonile ('Ma siyek'iyinkomo zobaba)
Bafana mazibuy'izinkomo zobaba (Zemuka nomoya)

Weh bafana thathan'izinduku (Oh siyolobola ngani na?)
Weh bafana thathan'zinduku ('Ma siyek'iyinkomo zobaba)
Weh bafana thathan'izinduku (Zemuka nomoya)
Siyobhek'izinkomo zobaba
Esigangeni (Oh siyolobola ngani na?)

Weh bafana thathan'izinduku ('Ma siyek'iyinkomo zobaba)
Weh bafana thathan'izinduku (Zemuka nomoya)
Weh bafana thathan'izinduku
Siyobhek'izinkomo zobaba (Oh siyolobola ngani na?)
Esigangeni ('Ma siyek'iyinkomo zobaba)
(Zemuka nomoya)

Oh siyolobola ngani na?
'Ma siyek'iyinkomo zobaba
Zemuka nomoya

Chansons les plus populaires [artist_preposition] Miriam Makeba

Autres artistes de World music