UmaNjomane

WeBiyela ngnikeze abemathathu namhlanje
Ngfunukufika sengdakiwe sengiwuphepha
WeBiyela ngnikeze abemathathu namhlanje
Ngfunukufika sengdakiwe
WeBiyela ngnikeze abemathathu namhlanje
Ngfunukufika sengdakiwe sengiwuphepha

Uyakhulum'uMaNjomane
Uyakhulum'uMaNjomane
Aw ncono kabi ngaganiwe mina
Aw ncono kabi ngaganiwe mina
Uyakhulum'uMaNjomane
Uyakhulum'uMaNjomane

Ngazilaya ngathath'inyok' ehlani ngayfakendlini, ngazilaya
Ngazilaya ngathath'inyok' ehlani ngayfakendlini, ngazilaya
Ngazilaya ngathath'inyok' ehlani ngayfakendlini, ngazilaya
Ngazilaya ngathath'inyok' ehlani ngayfakendlini, ngazilaya

Oh iyash'inqonqodwane oh iyash'inqonqodwane
Oh iyash'inqonqodwane oh iyash'inqonqodwane (Mina ngyamzond'umuntu okhuluma kakhulu, waze wayisola)
Oh iyash'inqonqodwane emalayini (Mina ngyamzond'umuntu okhuluma kakhulu, waze wayisola)
Oh iyash'inqonqodwane emalayini (Mina ngyamzond'umuntu okhuluma kakhulu, waze wayisola)
Oh iyash'inqonqodwane emalayini (Makushon'ilanga ngyabikelwa)
Oh iyash'inqonqodwane emalayini (Ngiphuz'utshwala, ngafanele)

Wayencono kabi sisajola naye (Ngiphuz'utshwala, ngafanele)
Wamane wagana washintsh'uMhlongo
Wayencono kabi sisajola naye Mina ngyamzond'umuntu okhuluma kakhulu)
Wamane wagana washintsh'uMhlongo (Waze wasonakalo umuntu)

Oh iyash'inqonqodwane oh iyash'inqonqodwane (Oh balele ngingalele)
Ngazilaya ngathath'inyok' ehlani ngayfakendlini, ngazilaya (Oh balele ngingalele)
Ngazilaya ngathath'inyok' ehlani ngayfakendlini, ngazilaya
(Abanye balele ngingalele mina, abanye ngalele ngingalele mina)
Ngazilaya ngathath'inyok' ehlani ngayfakendlini, ngazilaya
(Abanye balele ngingalele mina, abanye ngalele ngingalele mina)
Ngazilaya ngathath'inyok' ehlani ngayfakendlini, ngazilaya

Ngfunukufika sengdakiwe (Abanye balele ngingalele mina, abanye ngalele ngingalele mina)
Uyabonamhlanje uyokhuluma azayeke
Ngfunukufika sengdakiwe
Uyabonamhlanje uyokhuluma azayeke

Bablele ngingalele eshumayel'umanjomane
Eshumayela ngomnyama
Bablele ngingalele eshumayel'umanjomane
Eshumayela ngomnyama

Nglekeleleni uyakhuluma uyakhuluma lomfazi uyakhuluma
Nglekeleleni uyakhuluma uyakhuluma lomfazi uyakhuluma
(Abanye balele ngingalele mina)
Nglekeleleni uyakhuluma uyakhuluma lomfazi uyakhuluma (Abanye balele ngingalele mina)
(Abanye balele ngingalele mina)
Nglekeleleni uyakhuluma uyakhuluma lomfazi uyakhuluma(Abanye balele ngingalele mina)

(Oh balele ngingalele mina, abanye ngalele ngingalele mina)
Nglekeleleni uyakhuluma uyakhuluma lomfazi uyakhuluma
Nglekeleleni uyakhuluma uyakhuluma lomfazi uyakhuluma
Nglekeleleni uyakhuluma uyakhuluma lomfazi uyakhuluma
Bablele ngingalele eshumayel'uManjomane, eshumayela ngomnyama

Chansons les plus populaires [artist_preposition] Mzukulu

Autres artistes de African music