Ngam'kheta
(Naxion cross on the, yeah you know it ay)
Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele
Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele
Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele
Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele
Phambi kwe alteri
Ngimile ngiphethe izimbali
Zisho ngamakha amnandi
Kugcwel' izihlobo nabangani
Yavela yabukana emehlweni
Kwagcwaliseka umbhal' enhlizweni
Yavela yabukana emehlweni
Kwagcwaliseka umbhalo enhlizweni
Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele
Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele
Munt'wam ng'bona wena k'phela, akasekho ongak'tshela niks
Noma bekhuluma, uyazi angiyindawo angithi?
Wang'fica ng'ngenabani, wakhanyisa is'bani
Ngoba sewuchazile athi nami ngike ngizame
Yazi mangi buka lapho esisuka khona
Ang'kholwa kuyeyithina
Beng'hlekwa abantu bethi seng'thenga ama weave now
Mangithi ngiyak'canywa bathi "Baba cima, cima
Nawe udinwe mangik'ncinza
Ngik'biza ngo baby, woza lana wena maqondana
Unga casuki, tshela mina sthandwa siqathwa ubani?
Baby ungavumi bas'nqamule, yazi ngik'thanda njan
And ung'chaza blind
Masudedela abomancane bakho nge summertime
Wang'buz' ukuthi sengak'shiya? Never
Wang'buz' ukuthi ubani umtwan' owuk'shisa? Uwena
Wang'buza kungcono makunjani? Si together
Wang'buz' ukuthi is'khathi esingakanani? Ngath' forever, ya
Mina ngifuna wena k'phela my darly
Mina ngifuna wena k'phela my darly
We been through it all girl the pain and the laughter
And manje buka manje sesiyohlangana kwi alter, zyasha
Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele
Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele
Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele
Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele
Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele
Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele
Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele
Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele