Mlazi Milano (Intro)

BRIAN SIMISO ZWANE, LUNGA SHEZI

(Milano)

Benichoma kakhulu nge mali encane (Nge mali encane)
Gcok' idesigner awume kancane (Awume kancane)
Then switch ilevel italiana (Italiana)
Mlazi Milano yinTariana (YinTariana)
Zupa tsatsatsa we mfana mfana (We mfana mfana)
Mswenkofontein yiNkalakatha (yiNkalakatha)
Bathi ngi ntsizwa, wuswalakahla (Wuswalakahla)
I'm changing the game bamb' umlabalaba

S'khathele uk'dlala abothalala (Abothalala)
That's when we rose aboTakalani (boTakalani)
Entlek ntwana lez' zijwayela kabi (Zis'jwayela kabi)
Amaangle niwavalelani (Niwavalelani)
I've been finessing since '99
I smartened up back in '89
Cava my features ngen' imali
Jump on the mic I'm an aminal (Yah)

Cava my shows I'm a champion (Champion)
I should be rocking medallions (Medallions)
Running the race I'm a stallion (A stallion)
Lapho sikhona ne mali ikhona (Cav)
Spova the gang izohlal' ikhona ('Zohlal' ikhona)
Boyz and bafana forever (Forever)
Baba somandla bo mvelinqange (Mvelinqange)
Ng'cela ukhulekele intwana yam'

Ng'celela bonke neyizulukwane ('Zukulwane)
Ng'cela ubusise noPholobazi (Pholobazi)
Bonga kakhulu boPholobazi
Ng'bong' umalume ne salukwazi
Ng'bonge no Gogo bo salukwazi (Cav)
Thanda kakhulu uhlale uwazi (Kakhulu)
Ngik'thanda kakhulu uhlale uwazi (Ngik'thanda kakhulu)
Ngik'thanda kakhulu uhlale uwazi ('Thanda kakhulu)

Ngik'thanda kakhulu we Mama (Mama)
Bathi ngiwu mfana ka Ma (Mfana ka ma)
Ngik'thanda kakhulu we Marmalade
Ngik'thanda kakhulu we nana (We nana)

Ngik'thanda kakhulu uhlale uwazi
Ngik'thanda kakhulu uhlale uwazi
Ngik'thanda kakhulu uhlale uwazi
Ngik'thanda kakhulu uhlale uwazi (Ya)

Mlazi Milano wakhula eMlazi
Kwa phiko 8 ngase maroomini
'cala uk'geleza lapho eBavumile
That's a part of my geology (Wow)
Bringing the zulu methology
Bab'mnane Themba would smother me
Cousin u-Mzwandile's hard on me
All I could smell was iparaffin
Ay, Kwaze kwanzima la eSouth Africa (South Africa)
After my taima walked out on me
I knew my Mama was struggling
Went to my cousins for holiday

I learned the game from umalume (Malume)
Put on the ouens and elevate (Elevate)
Some of the brassi can validate
Some of the ouens can validate
Sasuka sahlala eFour Four
Bes'hlala nge sinkwa ne sobo
We were so poor, kodwa uGogo
Bes'hlale sidlile fosho sho

Bes'hlale sidlile fosho sho (Sho)
Bes'hlale sidlile fosho sho (Sho)
Bes'hlale sidlile fosho sho (Sho)
Bes'hlale sidlile fosho sho (Ya)

Kwaphum' uokapi, kwavuk' uthree kati
Qhum' isjambok wavele wathamba
Madakudaka wavele wa cama
Kwanuk' iKentucky kwavele kwalandjwa
Kwanuk' iKentucky kwavele kwalandjwa
Nuk' iKentucky kwavele kwalandjwa
Kwanuk' iKentucky kwavele kwalandjwa
Nuk' iKentucky kwavele kwalandjwa

Mama was hustlin' no mam' La (Mam' La)
Shay' istayela kube ncane indawo
Shay iS curl kube ncane ongane (Shay' iS curl)
Phansi kom' nthunzi le kwa Mana
Bes' dlala umabule no mfanana
Bes' dlala amatopi no mfanana
Bes' dlala uqithi no mfanana
Bes' dlala amatopi no mfanana

Saya ka K ngase sphambanweni
Standard 2, eMbonini*
Lapho beng' kheka ezangomeni
Samba nge stimela eMlazi station (Shwi)
Saya le ngase Manokazi*
Lapho beng' geleza eSekelane (eSelekane)
Futhi beng' hlala ne salukwazi
Pheth' uMagogo original (Magogo)
Beng' ngena esgela beng' nik' imali
Ey thatha amatexi eye eManar (Shwi)
Nike na something enemanay'
Beng' swenka nges'qeda iClimatine

Beng' swenka nges'qeda iClimatine
'Swenka nges'qeda iClimatine
Beng' swenka nges'qeda iClimatine (Cav)
Swenka nges'qeda iClimatine

S'phila ngodankie le kwaMapo (KwaMapo)
'Majita akora kumnandi goal
Izinto zashuba ngo '94
Maqabane aye toy toy
Before uArthur ne Oyi Oyi
Qum' isabhamu iAK
Nawu umsadafu yi Teyiteyi
Naba opopayi yi Teyiteyi
Khal' uqwasha, ne R-4
Bes'ngen' endlini ngo pass 4
Mkhonto Wesizwe bo gcwal' ikhotha
Musemgaqweni bo dlali impondo

Ey wake wahlana ney' mbilay' thutha (Mbilay'thutha)
Cashe wokoni bes' fuya inkuku
Besuk' emini kunuka uphuthu
Bagaxile ekasi kwasala umlotha
Buk' uNkulunkulu
Bagaxile ekasi kwasala intuthu
Besuk' emini kunuka uphuthu
Sathutha nge-bus uMlazi 4 (Mlazi 4)
Fled like escaping a civil war

Hayi sabheja boy (Kuntswembu ngempela boy)
Cav'

E-Mlazi saphuma ngesama gundane (Shwi)
Thath' ucelemba sangen' e-Mkhumbane
Safika e-Damm, sabeka umjomdolo
Sabizwa e-Bonela yaphuma i-nombolo
Kwagxuma inhliziyo kwaphuma inyembezi

Kwagxuma inhliziyo kwaphuma inyembezi (shu)
Kwagxuma inhliziyo kwaphuma inyembezi (shu)
Kwagxuma inhliziyo kwaphuma inyembezi (shu)
Kwagxuma inhliziyo kwaphuma inyembezi (shu)
Kwagxuma inhliziyo kwaphuma inyembezi (shu)
Kwagxuma inhliziyo kwaphuma inyembezi (shu)
Kwagxuma inhliziyo kwaphuma inyembezi (shu)

Curiosités sur la chanson Mlazi Milano (Intro) de Okmalumkoolkat

Quand la chanson “Mlazi Milano (Intro)” a-t-elle été lancée par Okmalumkoolkat?
La chanson Mlazi Milano (Intro) a été lancée en 2016, sur l’album “Mlazi Milano”.
Qui a composé la chanson “Mlazi Milano (Intro)” de Okmalumkoolkat?
La chanson “Mlazi Milano (Intro)” de Okmalumkoolkat a été composée par BRIAN SIMISO ZWANE, LUNGA SHEZI.

Chansons les plus populaires [artist_preposition] Okmalumkoolkat

Autres artistes de