Hi-Phop speaks

Yabo mina, mfwethu
Enyinto mfethu ngihlezi ngizwa kuthiw abantu bethu
Bashawa I-depression kwi-industry, yabo wara wara, yabo
Mina mfethu ngike ngithi u-music mina yami
Mina uke uwuzwe u-music engiwenzayo ukuthi kuvele kube eny'into nje yo-music
Ongeke uze ukwaz' ukuy'chaza

Mina, mfwethu, u-music ngiwenzela mina k'qala before everyone else, yabo
Mina, i-track mangenza ingoma ngsuke ngyenzela mina k'qala ukuthi nje kube eyami
Yabo, nje, ngiylalele noma inini mangfuna ukuylalela
Cause, it's like, sometimes you wanna listеn to certain to certain
To certain songs yabo kodwa manje azikho
So, yabo, then uyazеnzela ke wena leyongoma leyo

I think kfanele k'qale kube u-music ugculise
U-music wakho ugculise wena k'qala before abanye abantu bawuzwe, yabo
Int' ekanjalo, so
Ang'yazike lento ye-depression, yabo
Ngoba manje abanye abantu baz'nikeza bona i-pressure athi umuntu
Ey, ngifun ukuthi nje ngo June ngibe seng' blow-up-ile
Ngo-June ey dawg, sok'ncwaba yabo

Mina nje mfwethu ngifuna ukuzishayela u-music, nje
Ngiloke ngiz'shayela u-music
Uloke ungijabulisa, ungijabulisa, ungijabulisa
Mase ngiblow-up sengiya blow-up
Sekuy' bonus uku-blow up-a
Yabo leyompahla ke
Nanokuthi ke ke sifuna imali imali ayikho, ndoda, ey

Chansons les plus populaires [artist_preposition] Pyro

Autres artistes de Hard rock