Azishe
Yizwe bafethu
Yizwe bafeth'elifunekayo
K'dala bafethu
k'dala bafethu sifunana nalo
Kwenzeka kanjani
Ukuthi umnt'omnyama azalw'enganalutho
Hawu ngekhe bafethu,
Ngekhe bafeth'ayikh'int'enjalo
Ngithi mama kaMarikana, mama kaMarikana
Marikan'ubhem'intsang'emva kwendlu
Awu ngabe kuya ngami mama
Ngabe ngibhema naye
Ngithi mama kaMarikana, mama kaMarikana
Marikan'ubhem'intsang'emva kwendlu
Awu ngabe kuya ngami mama oh
Ngabe ngibhema naye
Ngabe ngibhema naye
Mina angizokwazi ukukhohlwa
Amanyala engiwabona everyday
Khona angizokwazi ukukhohlwa
Amanyala engiwabona everyday
Ndzothi baby azishe (Zishe)
Azishe (Zishe)
Zishel'abazibhemayo
Ndzothi baby azishe (Zishe)
Azishe (Zishe)
Zishel'abazibhemayo
Zishela abazi bhemayo
Ndzothi baby azishe (Zishe)
Azishe (Zishe)
Zishel'abazibhemayo
Ndzothi baby azishe (Zishe)
Azishe (Zishe)
Zishel'abazibhemayo
Zishel'abazibhemayo
Ngoba yizwe
Yizwe, yizwe, yizwe, yizwe, yizwe
Labokhokho
Ngoba yizwe
Yizwe yizwe yizwe yizwe yizwe
Labokhokho
Weh, weh, weh
Kudala sifukuza
Utholakale lomhlaba wobawo (Weh, weh, weh)
Kudala sifukuza
Utholakale lomhlaba wobawo (Weh, weh, weh)
Kudala sifukuza (Kudala)
Utholakale lomhlaba wobawo (Weh, weh, weh)
Kudala sifukuza (Kudala)
Utholakale lomhlaba wobawo
Utholakale lomhlaba wo
Utholakale lomhlaba wobawo
Utholakale lomhlaba wobawo
Utholakale lomhlaba wo