Before

JABULANI SIHLE MAKHUBO, MFANAFUTHI RUFF NKOSI, VUYO SIMOEN DUNCAN MANYIKE

(Before before)

(Before) Bewungeke ukhulume nami ngendlela okhuluma ngayo
(Before) Before bewungihlonipha hebe
(Before) Bewuhlala ungitshela njalo ukuthi uyagithanda
(Kodwa manje) He singiyayicelela hebe
(Kodwa Manje) Asitshelwa sengiyayicelela hebe

Ubobhasopa mama
Uzothi umuntu uyakuthanda
Kanti uyakuhalele he
Uzothi uthando
Kanti yinkanuko
Yothi angakuthola akufunayo ashabalale njengamazolo ebon'ilongwe
Kungabe kusafana na

(Before) Bewungeke ukhulume nami ngendlela okhuluma ngayo
(Before) Before bewungihlonipha hebe
(Before) Bewuhlala ungitshela njalo ukuthi uyagithanda
(Kodwa manje) He singiyayicelela hebe
(Kodwa Manje) Asitshelwa sengiyayicelela hebe

Kanti yini eyenza ukuthi umuntu aqambe amanga
Sibadala masingaka ungazodlala
Masuthole omunye ongcono kunami kumele ungitshele
Uthando lwami please ngicela ungibuyisele ngeke ngize ngivume

Udlale ngemizwa yami we
Ngeke ngize ngivume ngothando lwami we
Ngeke ngize ngivume uchithe iskhathi sami we
Baningi abafuna lothando

(Before) Bewungeke ukhulume nami ngendlela okhuluma ngayo
(Before) Before bewungihlonipha hebe
(Before) Bewuhlala ungitshela njalo ukuthi uyagithanda
(Kodwa manje) He singiyayicelela hebe
(Kodwa Manje) Asitshelwa sengiyayicelela hebe

Curiosités sur la chanson Before de Sjava

Qui a composé la chanson “Before” de Sjava?
La chanson “Before” de Sjava a été composée par JABULANI SIHLE MAKHUBO, MFANAFUTHI RUFF NKOSI, VUYO SIMOEN DUNCAN MANYIKE.

Chansons les plus populaires [artist_preposition] Sjava

Autres artistes de African hip hop