Intombi

Sjava

Auuw gege la gege ntombi za mgegele
Awkho soka ladla kahle imbhani ekhaya
Iyashelwa intombi we mfana

Intombi ishelwa ngamanga
Ngithe angsi isghebengu
Ngithi angiphuzi angibhemi
Intombi ishelwa ngamanga
Ngithe angsi sghebengu mina sisi
Angiphuzi angibhemi
Uthi uyangifaka
Noma uyangikhipha

Ma ungikhipha ungikhuphe enhliziyweni ungifake enhliziyweni yakho
Uthi uyangifaka
Noma uyangikhipha
Ma ungifaka ungifake entlizweni yakho ungikhiphe ekuhluphekeni

Wee ntombi a ume lapho (nayi inkulumiswano)
Miss'wa imina umiswa umendo (umtshato okhulumayo)eish
Ngithe yaz ngilahle inumber yami (okwam kwe zandla)
Ngicela unginike eyakho (ngiyazi iqala ngo zero)

Ngithe akhekho omunye
Omuhle kunawe umhlaba wonke
Jikelele
Ngithe akhekho omunye
Omuhle kunawe umhlaba wonke
Jikelele

Intombi ishelwa ngamanga
Ngithe angsi isghebengu mina sisi
Ngithi angiphuzi angibhemi
Uthi uyangifaka
Noma uyangikhipha
Ma ungikhipha ungikhuphe enhliziyweni ungifake enhliziyweni yakho
Uthi uyangifaka
Noma uyangikhipha
Ma ungifaka ungifake entlizweni yakho ungikhiphe ekuhluphekeni

Wee ntombi
Ngithe awuqonde
Lashona ilanga
Ngi kutshela into eyodwa
Habee

Kahle ukudlala ngam umuntu omuhle
Thanda mina ngithande wena ngeke ngik'didise eish
Mhlawumbi ukhathele
Nje ngoba ng'bongakola kanje
Nina ogijima enqondweni yami baby awuphumule

Ngithe akhekho omunye
Omuhle kunawe umhlaba wonke
Jikelele
Ngithe akhekho omunye
Omuhle kunawe umhlaba wonke
Jikelele

Intombi ishelwa ngamanga
Ngithe angsi isghebengu
Ngithi angiphuzi angibhemi
Uthi uyangifaka
Noma uyangikhipha
Ma ungikhipha ungikhuphe enhliziyweni ungifake enhliziyweni yakho
Uthi uyangifaka
Noma uyangikhipha
Ma ungifaka ungifake entlizweni yakho ungikhiphe ekuhluphekeni

Curiosités sur la chanson Intombi de Sjava

Quand la chanson “Intombi” a-t-elle été lancée par Sjava?
La chanson Intombi a été lancée en 2018, sur l’album “Umphako - EP”.

Chansons les plus populaires [artist_preposition] Sjava

Autres artistes de African hip hop