Akazenzanga (UMary)

Steve Kekana

[Coro:]
Akazenzang' uMary
Ngokuk'bophisela isondlo
Akazenzang' uMary
Ngokuk'bophisela isondlo
Wenziwe nguwe Eddie
Ngok'ngafun' ukondl' ingane yakho
Wenziwe nguwe Eddie
Ngok'ngafun' ukondl' ingane yakho

[Estrofa:]
Nom' ungasam'fun' unina
Kodw' ingane ngeyakho
Asikho isizathu sokuthi
Ungasayondli
Nom' ungasam'fun' unina
Kodw' ingane ngeyakho
Asikho isizathu sokuthi
Ungasayondli

[Ripresa:]
Yini
Yini ngawe Eddie
Kodwa yini
Yini ngawe Eddie
Ungafun' ukondl' ingane yakho?
Yini
Yini ngawe Eddie
Kodwa yini
Yini ngawe Eddie
Ungafun' ukondl' ingane yakho?

[Estrofa:]
Ngoba nom' ungasam'fun' unina
Kodw' ingane ngeyakho
Asikho isizathu sokuthi
Ungasayondli
Ngithi nom' ungasam'fun' unina
Kodw' ingane ngeyakho
Asikho isizathu sokuthi
Ungasayondli

[Coro:]
Akazenzang' uMary
Ngokuk'bophisela isondlo
Akazenzang' uMary
Ngokuk'bophisela isondlo
Wenziwe nguwe Eddie
Ngok'ngafun' ukondl' ingane yakho
Wenziwe nguwe Eddie
Ngok'ngafun' ukondl' ingane yakho

[Outro:]
Nom' ungasam'fun' unina
Kodw' ingane ngeyakho
Asikho isizathu sokuthi
Ungasayondli

Curiosités sur la chanson Akazenzanga (UMary) de Steve Kekana

Quand la chanson “Akazenzanga (UMary)” a-t-elle été lancée par Steve Kekana?
La chanson Akazenzanga (UMary) a été lancée en 1980, sur l’album “Umenziwa Akakhohlwa”.

Chansons les plus populaires [artist_preposition] Steve Kekana

Autres artistes de Soft rock