Lasiyohlangana Khona
Ung'shay'izolo ngiphuzile uhamba nabangane bakho
Manj'usutshela bonk'abant'ukuthi wena usung'nqobile
Ung'sha'izolo ngiphuzile uhamba nabangani bakho
Kodw'usutshela bonk'abant'ukuthi wena usungehlule
Ung'lande kithi ngizihlalele wath'asamb'uyong'phuzisa
Kant'uyaz'ukuth'ungifihlel'induku emqubeni
Ung'lande kithi ngizihlalele wath'asamb'uyong'phuzisa
Kant'uyaz'ukuthi wena nabangani bakho nihloseni
La siyodibana khona nakuwe wooh uwoooh
Kuyodel'uMakhasana ngiyakutshela
Kuzoqhum'induku kubonakal'insizwa
La siyodibana khona nakuwe wooh uwoooh
Kuyodel'uMakhasana ngiyakutshela
Kuzoqhum'induku kubonakal'insizwa
Ung'shay'izolo ngiphuzile uhamba nabangani bakho
Kodw'usutshela bonk'abant'ukuthi wena usungehlule
Ung'lande kithi ngizihlalele wath'asamb'uyong'phuzisa
Kant'uyaz'ukuthi wena nabangani bakhonihloseni
La siyodibana khona nakuwe wooh uwoooh
Kuyodela uMakhasana ngiyakutshela
Kuzoqhum'induku kubonakal'insizwa
La siyodibana khona nakuwe wooh uwoooh
Kuyodela uMakhasana ngiyakutshela
Kuzoqhum'induku kubonakal'insizwa