Makhosi

Makhosi, ungacabang'ukuthi ngikukhohliwe
Njengoba ngilaph'eGoli mama
Ngoba mina uma ngilaph'eGoli
Ngizosebenzela wena sithandwa

Hay ungakholwa yilabo bantu
Abathi sengikukhohliwe mama
Ungakholwa yilabo bantu
Abathi mina ngith'angisakufuni mama

Uyakhumbula ngikucela ukuth'uhlale nami
Uyakhumbula ngikucela ukuth'uhlale nami
Uyakhumbula ngikucela ukuth'uhlale nami

Makhosi, ungacabang'ukuthi ngikukhohliwe
Njengoba ngilaph'eGoli mama
Ngoba mina uma ngilaph'eGoli
Ngizosebenzela wena sithandwa

Ungakholwa yilabo bantu
Abathi sengikukhohliwe mama
Ungakholwa yilabo bantu
Abathi mina ngith'angisakufuni mama

Uyakhumbula ngikucela ukuth'uhlale nami
Uyakhumbula ngikucela ukuth'uhlale nami
Uyakhumbula ngikucela ukuth'uhlale nami

Curiosités sur la chanson Makhosi de Steve Kekana

Quand la chanson “Makhosi” a-t-elle été lancée par Steve Kekana?
La chanson Makhosi a été lancée en 1979, sur l’album “Nomsa Ntombi Yami”.

Chansons les plus populaires [artist_preposition] Steve Kekana

Autres artistes de Soft rock