Une Zindaba
Yin'ungavele usho
Ukuthi nakakade
Ubungasangithandi kodw'usab'ukungitshela
Ngithi yin'ungavele usho
Ukuthi nakakade
Ubungasangithandi kodw'usab'ukungitshela
Ngoba lokh'ongitshela khona
Angibon'ukuthi kuyisizathu
Esingabhidliz'uthando uma luqinile
Ngoba lokh'ongitshela khona
Angibon'ukuthi kuyisizathu
Esingabhidliz'uthando uma luqinile
Awukaze ungibone ngihamba naleyontomazane
Uyayisukela, wen'ubuvel'unezindaba

Usukel'ingane yabantu, wen'ubuvel'unezindaba