Uyaxabanisa

Kade ngikutshela mtakwethu
Ukuthi lomuntu ufuna sixabane
Kade ngikutshela mtakwethu
Ukuthi lomuntu ufuna sihlukane

Uhamb'exabanisa
Uhamb'ebhidliza
Uhamb'eqhatha bonke abamlalelayo

Uhamb'exabanisa
Uhamb'ebhidliza
Uhamb'eqhatha bonke abamlalelayo

Bheka namhlanje ushay'we le kwaMaNdlovu
Kanti izolo ugxoshwe lena kwaMaMdlalose
Bheka namhlanje ushay'we le kwaMaNdlovu
Kanti izolo ugxoshwe lena kwaMaMdlalose
Bheka namhlanje ushay'we le kwaMaNdlovu
Kanti izolo ugxoshwe lena kwaMaMdlalose

Kade ngikutshela mtakwethu
Ukuthi lomuntu ufuna sihlukane

Uhamb'exabanisa
Uhamb'ebhidliza
Uhamb'eqhatha bonke abamlalelayo

Uhamb'exabanisa
Uhamb'ebhidliza
Uhamb'eqhatha bonke abamlalelayo

Bheka namhlanje ushay'we le kwaMaNdlovu
Kanti izolo ugxoshwe lena kwaMaMdlalose
Bheka namhlanje ushay'we le kwaMaNdlovu
Kanti izolo ugxoshwe lena kwaMaMdlalose
Bheka namhlanje ushay'we le kwaMaNdlovu
Kanti izolo ugxoshwe lena kwaMaMdlalose

Uhamb'exabanisa
Uhamb'ebhidliza
Uhamb'eqhatha bonke abamlalelayo

Uhamb'exabanisa
Uhamb'ebhidliza
Uhamb'eqhatha bonke abamlalelayo

Chansons les plus populaires [artist_preposition] Steve Kekana

Autres artistes de Soft rock