Uzozisala
Mngani wami uzozisola ngalento oyenzile
Mngani wami uzozisola ngalento oyenzile
Ushiy'umama wakho ehli yedwa ekhaya
Wayohlala ebukhweni lakho
Ushiy'umama wakho ehli yedwa ekhaya
Wena wayohlala ebukhweni lakho
Njalo masihlangana noma wakho
Uthi sikutshele ubuye ekhaya
Njalo masihlangana noma wakho
Uthi sikutshele ubuye ekhaya
Ngoba manje wonk'umuntu se ukubiz'usbali makoti
Ngisho nezingane ezincane sezikubiz'usbali makoti
Mngani wami uzozisola ngalento oyenzile
Mngani wami uzozisola ngalento oyenzile
Ushiy'umama wakho ehli yedwa ekhaya
Wayohlala ebukhweni lakho
Ushiy'umama wakho ehli yedwa ekhaya
Wena (wayohlala ebukhweni lakho)
Njalo masihlangana noma wakho
Uthi sikutshele ubuye ekhaya
Njalo masihlangana noma wakho
Uthi sikutshele ubuye ekhaya
Ngoba manje wonke umuntu se ukubiz'usbali makoti
Ngisho nezingane ezincane sezikubiz'usbali makoti