Ubungisaphi

Ubungisa phi na wena ntombi ndini?
Um'usuzongenz'isaka losul'izinyawo
Ubungisa phi na wena ntombi ndini?
Um'usuzongenza isigwegwe sakho
Ubungisa phi na wena ntombi ndini?
Um'usuzongenz'isimba mgodi sakho
Ube ungisa phi na wena ntombi ndini?
Um'usuzongenz'isaka lokusul'izinyawo

Mina ngiyahamba ngibuyel'ekhaya
Umam'usaphila udl'amabele
Mina ngiyahamba ngibuyel'ekhaya
Abazali basaphila badl'amabele

Ube ungisa phi na wena ntombi ndini?
Um'usuzongenza isidwedwe sakho
Ube ungisa phi na wena ntombi ndini?
Um'usuzongenz'isaka lokusul'izinyawo
Ube ungisa phi na wena ntombi ndini?
Um'usuzongenz'isimba mgodi sakho

Mna ngiyahamba ngibuyel'ekhaya
Umam'usaphila udl'amabele
Ngiyahamba ngibuyel'ekhaya
Abazali basaphila badl'amabele

Mina ngiyaphila
Ngidla uphuthu ngamasi
Mina ngiyaphila
Ngidl'uphuthu ngamasi

Mina ngiyahamba ngibuyel'ekhaya
Umam'usaphila udl'amabele
Ngiyahamba ngibuyel'ekhaya
Abazali basaphila badl'amabele

Ngiyahamba ngibuyel'ekhaya
Umam'usaphila udl'amabele
Ngiyahamba ngibuyel'ekhaya
Umam'usaphila udl'amabele
Ngiyahamba ngibuyel'ekhaya
Umam'usaphila udl'amabele
Ngiyahamba ngibuyel'ekhaya
Abazali basaphila badl'amabele

Chansons les plus populaires [artist_preposition] Stimela

Autres artistes de African music