Imfihlo [Interlude]

Eyi son Melusi skhohlwe inti eimpotant
Awuthi skhuleke
Baba sphindile futhi
Sphindise omuny' unyaka futhi
Letha umsebenzi wakho phambi kwabantu bakho futhi
Scela ubuhambe nawe Baba lomsebenzi futhi
Bazokhuluma baba abanye bazojabula futhi
Abanye bazo criticizer futhi
Kodwa sobanqoba njoba kwenzekile ngonyaka odlulile futhi

Sgcoba sbalile baba sivule amehlo nezandla zethu sisebenze
Nemlomo yethu ikhulume izinto ezirayithi futhi
Konke makwenzeke ngentando yakho
Zishabalale izitha yehle inkemba yakho phezu kwami futhi

One more thing baba
Kwengibabonayo nengingababoni
Abangifisela okubi bafanelwe yikuhlupheka ngumoya nomphefumulo
Kaskhombisa phezu kwamakhanda abo
Abangifisela okuhle bafanelwe ngimbuso wezulu neyibusiso
Kaskhombisa phezu kwamakhanda abo
Ngoba abayikhohliwe imfihlo
Ascule ke manje tsotsi

Curiosités sur la chanson Imfihlo [Interlude] de Zola

Quand la chanson “Imfihlo [Interlude]” a-t-elle été lancée par Zola?
La chanson Imfihlo [Interlude] a été lancée en 2011, sur l’album “Unyezi”.

Chansons les plus populaires [artist_preposition] Zola

Autres artistes de Contemporary R&B