Ngoziphilela Ngomthandazo [A Tribute To - Best of Gospel Ncandweni Christ Ambassadors]

Ah yonk’ imihla baba (Yonk’ imihla yami)
(Ngiyoziphilela ngomthandozo)
Ah yonk’ imihla baba (Yonk’ imihla yami)
(Ngiyoziphilela ngomthandozo)

Ah yonk’ imihla baba (Yonk’ imihla yami)
(Ngiyoziphilela ngomthandozo)
Angisoze baba (Angisoze mina ngakhathazeka)
(Ngiyoziphilela ngomthandozo)

Mihla yonke baba (Yonk’ imihla yami)
(Ngiyoziphilela ngomthandozo)

Angisoze baba (Angisoze mina ngakhathazeka)
(Ngiyoziphilela ngomthandozo)
Ah yonke baba (Yonk’ imihla yami)
(Ngiyoziphilela ngomthandozo)

Yonke mihla yonke le baba (Yonk’ imihla yami)
(Ngiyoziphilela ngomthandozo)

Yosilandela amaqhawe (Silandela amaqhawe asendulo)
Asishiya baba (Basishiya ezandleni zakho oh siphila impilo egcwele)
Ngikhuluma nano Jobe Nkosi yami (Silandela amaqhawe asendulo)
Abasinikeza leli ivangeli (Basishiya ezandleni zakho oh siphila impilo egcwele)

Basishiya (Basishiya ezandleni zakho oh siphila impilo egcwele)
Bona basishiya bona
Noama singahlupheka imihla namalanga
Osebenzile uyakusesula izinyembize
Umasifika ezulwini awu kodeniswa ingilosi
Kungeniswe abangcwele abavela ekuhluphekeni

Ah yonk’ imihla baba (Yonk’ imihla yami)
(Ngiyoziphilela ngomthandozo)
Noma ngifika ukuzingelwa (Yonk’ imihla yami)
(Ngiyoziphilela ngomthandoz

(Yonk’ imihla yami)
(Ngiyoziphilela ngomthandozo)

Curiosités sur la chanson Ngoziphilela Ngomthandazo [A Tribute To - Best of Gospel Ncandweni Christ Ambassadors] de Zoo Loo

Quand la chanson “Ngoziphilela Ngomthandazo [A Tribute To - Best of Gospel Ncandweni Christ Ambassadors]” a-t-elle été lancée par Zoo Loo?
La chanson Ngoziphilela Ngomthandazo [A Tribute To - Best of Gospel Ncandweni Christ Ambassadors] a été lancée en 2013, sur l’album “A Tribute To - Best Of Gospel Ncandweni Christ Ambassadors”.

Chansons les plus populaires [artist_preposition] Zoo Loo

Autres artistes de