Kufana Nezulu

HLENGIWE PATIENCE MHLABA, MXOLISI MFUNDO MHLONGO

Heyi kuyafana, kufana neZulu kimina
Heyi kuyafana, kufana neZulu kimina
Heyi ukuhlala, ukuhlala kuJesu
Ngibong'uthando, thando Lwakhe
Heyi sek'yafana, kufana neZulu kimina

Hayi bo, heyi sek'yafana (Kuyafana neZulu kimi)
Hayi bo (Sekuyafana neZulu kimi)
Yebo ukuhlala kuJesu (Ukuhlala kuJesu ngibong'uthando Lwakhe)
Ngibong'uthando Lwakhe (Kuyafana neZulu eZuwlini)

Hayibo sekuyafana ke bese kuyafana (Kuyafana neZulu kimi)
Ey kuyafana sek'yafana (Kufana neZulu kimi)
Wena naliZulu yebo ukuhlala kuJesu
Ukuhlala Kuwe (Ukuhlala kuJesu)
Ngibong'uthando lwakhe (Ngibong' uthando)
Ey kuyafana (Kuyafana neZulu kimi)

Jesu heyi sek'yafana kimi, sekuyafana (Kuyafana neZulu kimi)
Noma sekwenyukela Jesu (Kuyafana neZulu eZuwlini)
Ifik'indlala, bufik'ubumpofu
Kodwa kuyafana neZulu yebo'ukuhlala
(Ukuhlala ku Jesu ngibong' uthando lwakhe)
Ukuhlala kungasekho lutho
Sekuyafana, sekuyafana (Kuyafana neZulu kimi)

Aybo Moya Oyingcwele sekuyafana (Kuyafana neZulu kimi)
Yebo sek'yafana Moya, sek'yafana (Oh kuyafana neZulu kimi)
Ngihlala ngingasaboleki, kungasekho lutho
(Ukuhlala kuJesu ngizinze kuJesu ngibong' uthando oh lwakhe)
Ngimile kuJesu, ibhekise kuJesu sekuyafana (Kuyafana neZulu kimi)
Sekuyafana, sekuyafana

Hayi baba, hayi baba ukuhlala (Ukuhlala ku Jesu ngibong'uthando olwakhe)
Ngihlale behamba, ngihlale bengihleba, ngihlale bengithuka
Ngihale basho konke, ngihlale, ngihlale (Kuyafana neZulu kimi)

Hayibo ngihlale ngihlupheka
(Ukuhlala kuJesu ngibong' uthando olwakhe eh luyafana neZulu kimi)
Ngihlale ngiswele, ngihlal' emkhukhwini
Ngihlale ngikhala, ngihlale ngihleka
Ngihlale ngijabule, ngihlale ngidumele

Ngihlale, Ngihlale
(Ukuhlala kuJesu ngibong' uthando olwakhe eh luyafana neZulu kimi)
Ngihlale kuJesu, ngakhiwe nguJesu
Ngibethelwe kuJesu egazini lakhe

Ngihlale, ngihlale, ngihlale, ngihlale
Ngihlale boh (Ukuhlala ku Jesu ngibong'uthando olwakhe)
Hayibo (Kuyafana neZulu kimi)
Sekuyafana, sekuyafana, aah Jesu

Chansons les plus populaires [artist_preposition] Hlengiwe Mhlaba

Autres artistes de Gospel