Ngiyabuza [Original]

WISEMAN KHUMALO, M NHLUMAYO

He mina ngiyabuza
Ukuthi sizophuma kanjani kulendaba
Kulenxakanxaka yothando esizfake kuyo
Ho mina ngiyabuza
Ukuthi sizophuma kanjani kulendaba
Kulenxakanxaka yothando esizfake kuyo

Ngiyakhumbula ngicala nokukubona
Imizwa yami yasho
Ngumama wasekhaya lona

Nami ngiyakhumbula maubeka lodaba
Kwathi shu ngaphakathi kwami
Uh mkhwenyana wami lona

Savuma siyithatha kancane
Kodwa sekunzima
Ukuphila ngaphandle kwakho
Savuma sathi konke sokumela
Manje inhliziyo yami
Ifuna wena wedwa

Ho mina ngiyabuza
Ukuthi sizophuma kanjani kulendaba
Kulenxakanxaka yothando esizfake kuyo
Ho mina ngiyabuza
Ukuthi sizophuma kanjani kulendaba
Kulenxakanxaka yothando esizfake kuyo
He mina ngiyabuza
Ukuthi sizophuma kanjani kulendaba
Kulenxakanxaka yothando esizfake kuyo
Ho mina ngiyabuza
Ukuthi sizophuma kanjani kulendaba
Kulenxakanxaka yothando esizfake kuyo

Sthandwa sami nguwe wedwa
Obus' enhlizweni yami
Angsakhoni nokucabanga makukhona wena
Is this love that I'm feeling (sizophuma kanjani)
Is this love that I think I'm going crazy (kulothando olungaka)
Ayisekho lendaba yokuzenzel' umathanda
Yoku groover kuze kuse
Kumele ngibe nawe (mara ngibe nawe baby)
Ngikhetha wena kulesixakaxaka sothando (ye ye ye)
Manje inhliziyo yam yafuna wena wedwa

He mina ngiyabuza
Ukuthi sizophuma kanjani kulendaba
Kulenxakanxaka yothando esizfake kuyo
Ho mina ngiyabuza
Ukuthi sizophuma kanjani kulendaba
Kulenxakanxaka yothando esizfake kuyo
He mina ngiyabuza
Ukuthi sizophuma kanjani kulendaba
Kulenxakanxaka yothando esizfake kuyo
Ho mina ngiyabuza
Ukuthi sizophuma kanjani kulendaba
Kulenxakanxaka yothando esizfake kuyo

Ngiyabuz' baby
Is this love that I'm feeling (sizophuma kanjani)
Is this love that I think I'm going crazy (kulothando olungaka)
Is this love that I'm feeling (sizophuma kanjani)
Is this love that I think I'm going crazy

He mina ngiyabuza
Ukuthi sizophuma kanjani kulendaba
Kulenxakanxaka yothando esizfake kuyo
Ho mina ngiyabuza
Ukuthi sizophuma kanjani kulendaba
Kulenxakanxaka yothando esizfake kuyo
He mina ngiyabuza
Ukuthi sizophuma kanjani kulendaba
Kulenxakanxaka yothando esizfake kuyo
Ho mina ngiyabuza
Ukuthi sizophuma kanjani kulendaba
Kulenxakanxaka yothando esizfake kuyo

Ngiyabuza

Curiosités sur la chanson Ngiyabuza [Original] de Kelly Khumalo

Qui a composé la chanson “Ngiyabuza [Original]” de Kelly Khumalo?
La chanson “Ngiyabuza [Original]” de Kelly Khumalo a été composée par WISEMAN KHUMALO, M NHLUMAYO.

Chansons les plus populaires [artist_preposition] Kelly Khumalo

Autres artistes de Middle of the Road (MOR)