Noma Inini

Nzobekezela noma kulikhuni
Umkhuleko konke kuzolunga
Nginalo ithemba noma kungaba nzima
Uthando lwam luhamb' unaphakade
Alusoze labuna
Alusoze lwaphela
Sthandwa sami ngithembis' uzobuya
Sthandwa sami ngithembis' uzobuya

Ngikonile ngakuphoxa (awe)
Wangithanda wangeseka wangikholwa (sthandwa sami)
Phela konke
Phela amandla wandenyusa wangeseka wangithanda

We he (noma inini noma inini)
Sthandwa sami (wakheth' ukubuya ngzoba ngimi nawe)
Ngimi ngawe (noma inini noma inini)
He he (wafun' ukubuya ngzoba ngilinde wena)
Ngthembis' uzobuya (noma inini noma inini)
Ngthembis' uzobuya (wakheth' ukubuya ngzoba ngimi nawe)
Noma inini bo (noma inini noma inini)
Noma inini (wafun' ukubuya ngzoba ngilinde wena)

Ngihlala ngik' lindile
Ngihlala ngik' lindile we
Ngihlala ngik' lindile
Ngihlala ngik' lindile we

Aphelile amahlathi ho (no moya wam ufu' ukuthola ukuthula)
Sekphelil' nokusa mhm (ngicel' ubuye ekhaya)
(xola themba lami)

Ngikonile ngakuphoxa (awe)
Wangithanda wangeseka wangikholwa (sthandwa sami)
Phela konke
Phela amandla wandenyusa wangeseka wangithanda

Noma inini bo (noma inini noma inini)
Noma inini (wakheth' ukubuya ngzoba ngimi nawe)
Ngihlala ngiklindile we (noma inini noma inini)
Noma inini (wafun' ukubuya ngzoba ngilinde wena)
Noma inini we (noma inini noma inini)
(wakheth' ukubuya ngzoba ngimi nawe)
Ngihlala ngiklindile (noma inini noma inini)
Sthandwa sami (wafun' ukubuya ngzoba ngilinde wena)

Noma inini we (ngzoba ngilinde wena)

(ngzoba ngilinde wena)
Ehe ngimi ngawe bo (ngzoba ngilinde wena)
Sthandwa sami (noma inini noma inini)
Ngilinde wena (wakheth' ukubuya ngzoba ngimi nawe)
Ngizob' ngimi ngawe (noma inini noma inini)
He he he (wafun' ukubuya ngzoba ngilinde wena)
He he (noma inini noma inini)
Noma inini (wakheth' ukubuya ngzoba ngimi nawe)
Ngizob' ngilinde wena (noma inini noma inini)
sthandwa sami(wafun' ukubuya ngzoba ngilinde wena)

(noma inini noma inini)
(wakheth' ukubuya ngzoba ngimi nawe)
(noma inini noma inini)
(wafun' ukubuya ngzoba ngilinde wena)

Chansons les plus populaires [artist_preposition] Kelly Khumalo

Autres artistes de Middle of the Road (MOR)