Golgotha

Joseph Shabalala

Ngizobambelela kusona
Ngizobambelela kusona (Isiphambano)
Ngize ngizuz' umqhele wami

Bambelela kusona, mina
Ngizobambelela kusona (Isiphambano)
Ngize ngizuz' umqhele wami

Hlala nami, Nkosi’ yami, mina
Ngizobambelela kusona (Isiphambano)
Ngize ngizuz' umqhele wami

Ungisizile Nkosi yami
Bengizokubona nini konke lokhu okuhle osungenzele kona?

Ungenyulile Baba yami!
Bengizokubona nini konke lokhu okuhle osungenzele kona?

Awubheke ekhaya lami, kunenhlanhla yami
Inhlanhla yami, isekhaya lami
Ekhaya lami kunenhlanhla yami

Ungeke wayithola (Ungeke wayithola inhlanhla yami)
Amasela awasangeni ekhaya lami
Uvalo alusangeni ekhaya lami
Ungehla unyuka uyifuna (Ungeke wayithola inhlanhla yami)

E-Golgotha (E-Golgotha)
E-Golgotha (E-Golgotha)
Entaben' e-Golgotha (Entaben' e-Golgotha)
Entaben' e-Golgotha (Entaben' e-Golgotha)

Nank’ umthwalo wezono zami (Wasal' e-Golgotha)
Nank’ umthwalo wezono zami (Wasal' e-Golgotha)
Nank’ umthwalo wezono zami (Ngawushiy' e-Golgotha)
S’bon’ umthwalo wezono zami (Ngawushiy' e-Golgotha)

E-Golgotha (E-Golgotha)
E-Golgotha (E-Golgotha)
Entaben' e-Golgotha (Entaben' e-Golgotha)
Entaben' e-Golgotha laph’ esabuthwa khona thin’ (Entaben' e-Golgotha)

Ng’yek’ umthwalo wezono zami (Wasal' e-Golgotha)
Ng’yek’ umthwalo wezono zami (Wasal' e-Golgotha)
Nank’ umthwalo wezono zami (Ngawushiy' e-Golgotha)
Amacala wam’ (Asal' e-Golgotha)

Awu, sengihamba ngikhululekile (Ngakhululw’ e-Golgotha)
Seng'hamba ngikhululekile (Ngakhululw’ e-Golgotha)sengihamba

E-Golgotha (E-Golgotha)
E-Golgotha (E-Golgotha)
Entaben' e-Golgotha (Entaben' e-Golgotha)
Entaben' e-Golgotha laph’ esabuthwa khona thin’ (Entaben' e-Golgotha)

Nank’ umthwalo wezono zami (Wasal' e-Golgotha)
Nank’ umthwalo wezono zami (Wasal' e-Golgotha)
Nank’ umthwalo wezono zami (Ngawushiy' e-Golgotha)
Nank’ umthwalo wezono zami (Ngawushiy' e-Golgotha)

Inkazimulo (Kuyakhanya)
Inkazimulo

Curiosités sur la chanson Golgotha de Ladysmith Black Mambazo

Quand la chanson “Golgotha” a-t-elle été lancée par Ladysmith Black Mambazo?
La chanson Golgotha a été lancée en 1987, sur l’album “Shaka Zulu”.
Qui a composé la chanson “Golgotha” de Ladysmith Black Mambazo?
La chanson “Golgotha” de Ladysmith Black Mambazo a été composée par Joseph Shabalala.

Chansons les plus populaires [artist_preposition] Ladysmith Black Mambazo

Autres artistes de World music