Two Shelleni

DAVID NGCOBO

Ngaze ngahamba, ngahamba weh ma (Two Shelleni)
Ngaze ngafik'esigodini bangibuza (Two Shelleni)
Oh bangibuza bath'igama ngubani (Two Shelleni)
Oh ngibatshelile ngath'igama uBhekizizwe (Two Shelleni)
Ezintabeni (Two Shelleni)
OoThukela (Two Shelleni)

Oh bangibuza bath'umama ngubani (Two Shelleni)
Oh ngabatshela ngath'umama uMazondo (Two Shelleni)
Oh bangibuza bath'ubaba ngubani (Two Shelleni)
Oh ngabatshela ngath'ubamb'uMlwane (Two Shelleni)
Oh bangibuza bath'umkhulu ngubani (Two Shelleni)
Oh ngabatshela ngath'umkhulu nguNdlavela (Two Shelleni)
Omuny'uMawonda (Two Shelleni)
Omuny'uMsinga (Two Shelleni)
Omuny'uBashaya (Two Shelleni)
Omuny'uGagamela (Two Shelleni)

Oh bangibuza bathi kepha ngifuna ni (Two Shelleni)
Ngabatshela ngathi ngifun'umsebenzi (Two Shelleni)
Kulelizwe (Two Shelleni)
Ngihamba ngiyahlupheka (Two Shelleni)

Ngaze ngahamba, ngahamba weh ma (Two Shelleni)
Ngiye ngafik'esigodini izindaba (Two Shelleni)
Awu yeyeni (Two Shelleni)
Awu yeyeni (Two Shelleni)

Curiosités sur la chanson Two Shelleni de Ladysmith Black Mambazo

Quand la chanson “Two Shelleni” a-t-elle été lancée par Ladysmith Black Mambazo?
La chanson Two Shelleni a été lancée en 1994, sur l’album “Gift Of The Tortoise: A Musical Journey Through Southern Afr”.
Qui a composé la chanson “Two Shelleni” de Ladysmith Black Mambazo?
La chanson “Two Shelleni” de Ladysmith Black Mambazo a été composée par DAVID NGCOBO.

Chansons les plus populaires [artist_preposition] Ladysmith Black Mambazo

Autres artistes de World music