Uthand'

Uthando lufana nembali
Awusaluboni ngani

Ngayishela ngethemba mina
Ngayishela ngethemba lentombi
Ngethemba leenkomo zikababa
Zigcwel'isibaya kanti uthando
Alunendaba naloko

Ngayishela ngethemba mina
Ngayishela ngethemba lentombi
Ngethemba leenkomo zikababa
Zigcwel'isibaya kanti uthando
Alunendaba naloko

Nanko ememeza
Ngiyamthanda, ngiyamthand'umfo kaMshengu
Mfo kaMshengu (Noma sebethini)
Noma sebethini (Sengithand'ukwenza kwakhe)

Carolina wami wena
Carolina wami
Bengikuthanda ngaphezulu kwento zonke
Zonke zomhlaba mh hmmm
Carolina wam

Carolina wami wena
Carolina wami (Carolina wam)
Bengikuthanda ngaphezulu kwento zonke
Zonke zomhlaba mh hmmm
Carolina wam

Sithandwa ngixolele mama
Sithandwa ngixole
Ngixolele (Ngixolele sithandwa ngonile)
Ngonile kuwe wena (Sithandwa ngixolele)
Ngixolele (Ngixolele sithandwa ngonile)

Bonk'abantu (Abantu bayaxabana)
Kodwa babuye baxolelane
Bonk'abantu (Abantu bayaxabana)
Kodwa babuye baxolelane

Sithandwa ngixolele bo
Sithandwa ngixolele
Ngixolele (Ngixolele sithandwa ngonile)
Ngonile kuwe weh sthandwa (Sithandwa ngixolele)
Ngixolele (Ngixolele sithandwa ngonile)

Bonk'abantu (Abantu bayaxabana)
Kodwa babuye baxolelane
Bonk'abantu bona bo (Abantu bayaxabana)
Kodwa babuye baxolelane

Sithandwa ngixolele wena
Sithandwa ngixolele
Ngixolele (Ngixolele sithandwa ngonile)
Ngonile kuwe (Sithandwa ngixolele)
Ngixolele (Ngixolele sithandwa ngonile)

Bonk'abantu (Abantu bayaxabana)
Kodwa babuye baxolelane

Hayi (Yeh)
Kumnandi
Kumnandi kwelakith'eMnambithi

Curiosités sur la chanson Uthand' de Ladysmith Black Mambazo

Sur quels albums la chanson “Uthand'” a-t-elle été lancée par Ladysmith Black Mambazo?
Ladysmith Black Mambazo a lancé la chanson sur les albums “Imbongi” en 1974, “Umthombo Wamanzi” en 1982, et “Izigqi Zendoda” en 1990.

Chansons les plus populaires [artist_preposition] Ladysmith Black Mambazo

Autres artistes de World music