Woza Ngihambe Nawe

JOSEPH SHABALALA

Ofun’ indawo
Ofun’ indawo yokuphumula, ayikho laph’ emhlabeni
Siyophumula kwelizayo

Thembel’ eNkosini
Wen’ uthembe bani, we mngani?
Thembel’ eNkosini
Thembel’ konamandla, we mngani
Ngiyayizw’ injabulo mina
Ngaze ngajabula mina, we
Kwaze kwakuhle ukumbon’ engimthandayo
Ungab’ unsang’shiya, mus’ unsang’shiya
Ungab’ unsang’shiya, mus’ unsang’shiya

Woza, ngihambe, woza ngihambe nawe (Eshe, eshe!)
Woza, ngihambe, woza ngihambe nawe (Mina, mus’ ukungishiya, bo)
Woza, ngihambe, woza ngihambe nawe (Woza, ngihambe nawe)
Woza, ngihambe, woza ngihambe nawe (Mina ngifun’ ukuhamba nawe)
Woza, ngihambe, woza ngihambe nawe (Mina ngifun’ ukuhamba nawe)
Woza, ngihambe, woza ngihambe nawe (Mus’ ukung’shiya, ungab’ usang’shiya)
Woza, ngihambe, woza ngihambe nawe (Mus’ ukung’shiya, sthando sam’, bo)
Woza, ngihambe, woza ngihambe nawe (Ungab’ unsang’shiya, mus’ unsang’shiya)
Woza, ngihambe, woza ngihambe nawe (Ungab’ unsang’shiya, mus’ unsang’shiya)
Woza, ngihambe, woza ngihambe nawe (Woza wena, bo. Woza ngihambe nawe)
Woza, ngihambe, woza ngihambe nawe (Ngihambe nawe, we mama, ngihambe, bo)
Woza, ngihambe, woza ngihambe nawe (Ungab’ unsang’shiya, sthando sam’, bo)
Woza, ngihambe, woza ngihambe nawe (Ngihambe nawe, awe mama)
Woza, ngihambe, woza ngihambe nawe (Mus’ ukung’shiya, ungab’ usang’shiya)
Woza, ngihambe, woza ngihambe nawe (Mus’ ukung’shiya, ungab’ usang’shiya, wena)
Woza, ngihambe, woza ngihambe nawe (Ye baba, ngihambe nawe)
Woza, ngihambe, woza ngihambe nawe (Ngihambe nawe, baba, ngihambe nawe)
Woza, ngihambe, woza ngihambe nawe (O, mina, ngihambe nawe)
Woza, ngihambe, woza ngihambe nawe (Ofun’ indawo yokuphumula)
Woza, ngihambe, woza ngihambe nawe (Ayikho laph’ emhlabeni. Siyophumula kwelizayo)
Woza, ngihambe, woza ngihambe nawe (Ngihambe nawe, baba. Nguwe, baba)
Woza, ngihambe, woza ngihambe nawe (Mina ngifun’ ukuhamba nawe)
Woza, ngihambe, woza ngihambe nawe (Mina ngifun’ ukuhamba nawe)
Woza, ngihambe, woza ngihambe nawe
Woza, ngihambe, woza ngihambe nawe (Ungab’ unsang’shiya, mus’ unsang’shiya)
Woza, ngihambe, woza ngihambe nawe (Ungab’ unsang’shiya, mus’ unsang’shiya)
Woza, ngihambe, woza ngihambe nawe (Woza, ma)
Woza, ngihambe, woza ngihambe nawe
Woza, ngihambe, woza ngihambe nawe

Hayi (He)
Halala, mfo kaMshengu (Kusho thin’ abaQulusi)

Curiosités sur la chanson Woza Ngihambe Nawe de Ladysmith Black Mambazo

Quand la chanson “Woza Ngihambe Nawe” a-t-elle été lancée par Ladysmith Black Mambazo?
La chanson Woza Ngihambe Nawe a été lancée en 1993, sur l’album “Liph' Iqiniso”.
Qui a composé la chanson “Woza Ngihambe Nawe” de Ladysmith Black Mambazo?
La chanson “Woza Ngihambe Nawe” de Ladysmith Black Mambazo a été composée par JOSEPH SHABALALA.

Chansons les plus populaires [artist_preposition] Ladysmith Black Mambazo

Autres artistes de World music