Yibo Labo - These Are the Guys
Anibosibheka thina zinsizwa
Anibosibheka, usho thina, anibosibheka thina
Anibosibheka thina, singamaBlack Mambazo
Abanye bathi thina singamaDurban Choir
Abanye bathi thina singabaQulusi
Abanye bathi thina singamaMbazo amnyama
Abanye bathi thina singabaQulusi
Wobhasobha wethu ungasitheli ezinkunzini
Yith' enibos' bhasobha
Yith' enibos' bhasobha
Yith' izingwenya
Bhasobha ukus' thel' enkunzini, la
Iyabhomb' i-Black Mambazo, o, mama ngemuk’
He, nam’hla semukayo
Ziyemith' emashendeni kodwa kaziboni
Kokhal' abazali emakhaya bafana
Ziyemitha
Ziyemith' emashendeni kokhal' umama
Ziyemitha kokhal' umama
Kodwa kaziboni kuyokhal' umama
Ngiphelezele mama
Ngiphelezele mama ngifunukuy' emfuleni
Amanz' awekho ngisaba lomuntu omude
Ngisaba lomunt' omude (Ngisaba lomunt' omude)
Amanz' awekho ngisaba lomuntu omude
Ngisaba lomunt' omude (Ngisaba lomunt' omude)
Amanz' awekho ngisaba lomuntu omude
Sangena sangena thina
Sangena sangena, bonke bayokhala
Sisho le emakhaya ngob' intombi ikhetha emthandayo (Vuma nsizwa)
Awu, intombi mayiqome la ithanda khona
Wena musukulwa ngoba intomb' ikhetha emthandayo (Vuma nsizwa)
Awu, intombi mayiqome la ithanda khona
Wena musukulwa ngoba intomb' ikhetha emthandayo
Intombi mayiqoma iqoma la ithanda khona
Wena musukulwa ngoba intomb' ikhetha emthandayo
Intombi mayiqoma iqoma la ithanda khona
Wena musukulwa ngoba intomb' ikhetha emthandayo (Vuma nsizwa)
Awu, intombi mayiqome la ithanda khona
Wena musukulwa ngoba intomb' ikhetha emthandayo
Yibo laba (Yibo laba abafana)
Bangikhumbuz' ekhaya
Yibo laba (Yibo laba abafana)
Bangikhumbuz' ekhaya
O, yibo labo ngempela, mama
Yibo (Yibo labo)
Yibo (Yibo labo)
Yibo (Yibo labo)
Yibo (Yibo labo)
Yibo (Yibo labo)
Yibo (Yibo labo)
Yibo (Yibo labo)
Yibo. Yibo. Yibo. Yibo (O, ngibabonile abafana baMambazo, nabo)
Yibo (Yibo labo)
Yibo (Yibo labo)
Yibo (Yibo labo)
Yibo (Yibo labo)
Yibo laba (Yibo laba abafana)
Bangikhumbuz' ekhaya
Yibo laba (Yibo laba abafana)
Bangikhumbuz' ekhaya
O, yibo labo ngempela, mama
Yibo (Yibo labo)
Yibo (Yibo labo)
Yibo (Yibo labo)
Yibo. Yibo. Yibo (O, kudala ngahamba ekhaya labo ngingabuy')
Yibo. Yibo. Yibo (O, ngiyabakuhumbul' abazali, amen)
Yibo (Yibo labo)
Yibo (Yibo labo)
Yibo. Yibo (Yibo labo ngempela baseMnambithi)
Yibo. Yibo (Bang'khumbuz' ekhaya, eMnambithi)
Yibo. Yibo (Yibo labo ngempela baseMnambithi)
Yibo. Yibo (Bang'khumbuz' ekhaya, mama, yebo)
Yibo. Yibo (Yibo labo ngempela baseMnambithi)
Yibo. Yibo (Yibo labo ngempela, bang'khumbuz' ekhaya)
Yibo. Yibo (Yibo labo ngempela baseMnambithi)
Yibo. Yibo (Yibo labo ngempela, bang'khumbuz' ekhaya)
Yibo (Yibo labo)
Yibo (Yibo labo)
Yibo (Yibo labo)
Yibo (Yibo labo)
Yibo laba (Yibo laba abafana)
Bangikhumbuz' ekhaya
Yibo laba (Yibo laba abafana)
Bangikhumbuz' ekhaya
O, yibo labo ngempela, mama
Yibo (Yibo labo)
Yibo (Yibo labo)
Yibo (Yibo labo)
Yibo