Hamba Nganeyami
Uzwe ngobani na?
(Ukuthi ukuyashisa, emendweni)
Uzwe ngobani na?
(Ukuthi ukuyashisa, emendweni)
Utshelwe ngubani na?
(Ukuthi kuyashisa,emendweni)
Ngoba labo ababuya khona
(Basuke behlulwe yimikhuba yabo)
Hamba ngane yami, uy'emzini
Maw'fika khona, wenz'ukulunga
Hamba ngane yami, uy'emzini
Maw'fika khona uziphathe kahle
Hamba ngane yami uy'emzini
Maw'fika khona wenz'ukulunga
Uzwe ngobani na?
(Ukuthi kuyashisa emendweni)
Uzwe ngobani na?
(Ukuthi kuyashisa emendweni)
Utshelwe ngubani na
(Ukuthi kuyashisa emendweni)
Ngoba labo ababuya khona
(Basuke behlulwe yimikhuba yabo)
Ngoba labo ababuya khona
(Basuke behlulwe yimikhuba yabo)
Hamba ngane yami uy'emzini
Maw'fika khona wenz'ukulunga
Hamba mntwanam uy'emzini
Maw'fika khona wenz'ukulunga
Hamba ngane yami uy'emzini
Maw'fika khona