Utshel' Umkami
Utshel'umkami, ukuthi ngenzani
Lapho ng'hamba khona
Utshel'umkami, ukuthi ngenzani
Lapho ng'hamba khona
Uzitshel'ukuthi uyamsiza, awuboni uyona
Uzitshel'ukuthi uyamsiza, awuboni uyona
Uyabaxabanis'abantu abathandanayo
Uyabaxabanis'abantu abathandanayo
Uyiphel'endlebeni kulomuzi wami
Uyiphel'endlebeni kulomuzi wami
Ngiyeke, ngiyeke, ngezomuzi wami
Uyiphel'endlebeni kulomuzi wami
Uyiphel'endlebeni kulomuzi wami
Ngiyeke, ngiyeke, ngezomuzi wami
Utshel'umkami, ukuthi ngenzani
Lapho ng'hamba khona
Utshel'umkami, ukuthi ngenzani