Uthando Lwempintshi Yakho
Uthando lwempintshi yakho
Uthando lwempintsh'yakho
Lona luphelele
Ngingabe ngiqamb'amanga
Bengithi liyashota
Ngoba muhl'umntwan'abantu
Muhl'akazenzanga
Uthando lwempintsh'yakho
Alifuni ukuphela
Ngoba yena uyangithanda
Kodwa mina ngithanda wena
Besise party-ini (Besise party-ini)
Naso sonk'iskeem (Naso sonk'iskeem)
Nanokuthi benibaningi
Kodwa impintshi yakho yeza kimi
Aww besise party-ini (Besise party-ini)
Naso sonk'iskeem (Naso sonk'iskeem)
Nanokuthi benibaningi
Kodwa impintshi yakho yeza kimi
Impintshi yakho yeza kimi
Mina bengithanda wena
Kodwa ngazwana nomngan'wakho
Manje ngiyazisola sola sola
Ukuthi bengenze njan oh ngithand'omuny'umuntu
Mina bengithanda wena
Kodwa ngazwana nomngan'wakho
Manje ngiyazisola sola sola
Ukuthi bengenze njan oh ngithand'omuny'umuntu
Bengicela ningixolele (Hee heee)
Bengicela ningixolele (Hee heee)
Bengicela ningixolele (Hee heee)
Bengicela ningixolele (Hee heee)
Bengicela ningixolele (Hee heee)
Bengicela ningixolele (Hee heee)
Bengicela ningixolele (Hee heee)
Bengicela ningixolele (Hee heee)
Eish, yazk'thini baby
Umngan'akho ebeyi starter yaz
And uyazI wena ubuyi Main Course
Manje sengi confused
Stuck kwama Starter
Ngihlale ngidlala namaGarlic Roll
Imain cause ayifiki
In other words ngithi ngifuna wena
Umngan'akho uyiStarter
So asikhohlwe ngaye sideal-e ngeDessert eish