Asambeni Bafana

Ilanga lashona
Asambeni bafana
Ilanga lashona
Asambeni bafana
Ilanga lashona
Asambeni bafana

Lisishonele
Aw singekho kwelakithi
Lisishonele thina ma
Singekho kwelakithi
Yekani uhambo olungaka

Abake babonana we mlaleli bayophinde babonane
Abake babonana we mlaleli bayophinde babonane
Abake babonana we mlaleli bayophinde babonane

Salani nokuthula
Sesiyahamba thina
Salani nokuthula
Sesiyahamba thina
Salani nokuthula
Sesiyahamba thina

Aw we iyobuy'ibonane
Aw yeee iyobuy'ibonane

Aw nansi inqola yomlilo
Aw imi emnyango
Ikhafula amalanga wo
Ikulindile masambe

Aw nansi inqola yomlilo
Aw imi emnyango
Ikhafula amalanga bo
Ikulindile masambeni

Bayasifuna empumalanga
Entshonalanga basilindele
Eningizimu khona sebemi ngathi
Enyakatho
Sebesibheke ngezindlela zonke

(Bayasifuna empumalanga) Yelele
(Entshonalanga basilindele) Yelele
(Eningizimu khona sebemi ngathi) Yelele lalelani balaleni
(Enyakatho) Ho lalelani
(Sebesibheke ngezindlela zonke) Ho lalelani

(Bayasifuna empumalanga) Yelele
(Entshonalanga basilindele) He hemlaleli
(Eningizimu khona sebemi ngathi) He he Hey lalelanibalaleli
(Enyakatho) Ho lalelani
Sebesibheke ngezindlela zonke

Abake babonana we mlaleli bayophinde babonane
Abake babonana we mlaleli bayophinde babonane
Abake babonana we mlaleli bayophinde babonane

Curiosités sur la chanson Asambeni Bafana de Mahotella Queens

Quand la chanson “Asambeni Bafana” a-t-elle été lancée par Mahotella Queens?
La chanson Asambeni Bafana a été lancée en 1977, sur l’album “Izibani Zomgqashiyo”.

Chansons les plus populaires [artist_preposition] Mahotella Queens

Autres artistes de African music