Kumnyama endlinni

Kumnyama endlini yami
Kokhanyisa bani na
Kumnyama endlini yami bo
Kokhanyisa bani na
Kumnyama endlini yami
Kokhanyisa bani na

Awuyeyeni bo
Awuyeyeni bo
Awuyeyeni bo
Awuyeyeni bo

Azibuzi
Aziceli
Izigebengu
Zithatha konke onakho

Azibuzi
Aziceli
Izigebengu
Zithatha konke onakho

Awuqine umthetho
Safa izigebengu
Awuqine umthetho
Safa izigebengu
Awuqine umthetho
Safa izigebengu

Awuyeyeni bo
Awuyeyeni bo
Awuyeyeni bo
Awuyeyeni bo

Zisikhipha ngezibhamu ezindlini zethu
Sihlukumezwa nabantwanyana bethu
Zishis'imizi yethu
Zikhali iphepha zemuke

Zisikhipha ngezibhamu ezindlini zethu
Sihlukumezwa nabantwanyana bethu
Zishis'imizi yethu
Zikhali iphepha zemuke

Awuqine umthetho
Safa izigebengu
Awuqine umthetho
Safa izigebengu
Awuqine umthetho
Safa izigebengu

Awuyeyeni bo
Awuyeyeni bo
Awuyeyeni bo
Awuyeyeni bo

Azibuzi
Aziceli
Izigebengu
Zithatha konke onakho

Azibuzi
Aziceli
Izigebengu
Zithatha konke onakho

Kumnyama endlini yami
Kokhanyisa bani na
Kumnyama endlini yami bo
Kokhanyisa bani na
Kumnyama endlini yami
Kokhanyisa bani na
Kumnyama endlini yami bo

Curiosités sur la chanson Kumnyama endlinni de Mahotella Queens

Quand la chanson “Kumnyama endlinni” a-t-elle été lancée par Mahotella Queens?
La chanson Kumnyama endlinni a été lancée en 2000, sur l’album “Sebai Bai”.

Chansons les plus populaires [artist_preposition] Mahotella Queens

Autres artistes de African music