Ukhathazile
We Thembekile (We Thembekile)
Thembekile (Kad'ulelephi izolo wena)
We Thembekile (We Thembekile)
Thembekile (Kad'ulelephi izolo wena)
We Thembekile (We Thembekile)
We Thembekile (Kad'ulelephi izolo wena)
Awubheke uyaxabanisa (Uxabanisa ubaba noma)
Awulaleli (Kad'ulelephi izolo wena)
Awubheke uyaxabanisa (Uxabanisa ubaba noma)
Ngithi awulaleli (Kad'ulelephi izolo wena)
Awubheke uyaxabanisa (Uxabanisa ubaba noma)
Ngoba awulaleli (Kad'ulelephi izolo wena)
Ingabe usukhulile?
Ingabe usuqomile na?
Ingabe usukhulile?
Ingabe usuqomile na?
Ngoba kade sikufuna
Sikufuna ezibhedlela
Ngoba kade sikufuna
Sikufuna nasemajele
Kade sikufuna
Kade sikufuna
Kade sikufuna
Sikufuna ezibhedlela
We Thembekile (We Thembekile)
We Thembekile (Kad'ulelephi izolo wena)
Ngithi we Thembekile (We Thembekile)
We Thembekile (Kad'ulelephi izolo wena)
Ngithi we Thembekile (We Thembekile)
Thembi Thembi Thembi (Kad'ulelephi izolo wena