Amezemula [African Soundscapes]

Indoda izungelez'umuzi wami
Ebusuku ngilele
Awu nami ngizoyithola
Ebusuku ilele

Indoda izungelez'umuzi wami
Ebusuku ngilele
Awu nami ngizoyiqeda
Ngomkhonto ilele

Nank'ama (Zemula, amazemula)
Amazemula
Nank'ama (Zemula, aqed'abantabami)

Nank'amazemula, amazemula
Amazemula
Nank'amazemula, aqed'abantabami

Nank'ama (Zemula, amazemula)
Amazemula
Nank'ama (Zemula, aqed'abantabami)

Nank'amazemula, amazemula
Amazemula
Nank'amazemula, aqed'abantabami

Ngihlushwa yindod'emnyama
Izungelez'umuzi wami
Nami ngizoyithenga imfene

Ngihlushwa yindod'emnyama
Izungelez'umuzi wami
Nami ngizoyithenga imfene

Nank'ama (Zemula, amazemula)
Amazemula
Nank'ama (Zemula, aqed'abantabami)

Nank'ama (Zemula, amazemula)
Amazemula
Nank'ama (Zemula, aqed'abantabami)

Indoda izungelez'umuzi wami
Ebusuku ngilele
Awu nami ngizoyithola
Ebusuku ilele

Indoda izungelez'umuzi wami
Ebusuku ngilele
Awu nami ngizoyiqeda
Ngomkhonto ilele

Nank'amazemula, amazemula
Amazemula
Nank'amazemula, aqed'abantabami

Nank'amazemula, amazemula
Amazemula
Nank'amazemula, aqed'abantabami

Curiosités sur la chanson Amezemula [African Soundscapes] de Mahotella Queens

Quand la chanson “Amezemula [African Soundscapes]” a-t-elle été lancée par Mahotella Queens?
La chanson Amezemula [African Soundscapes] a été lancée en 2006, sur l’album “Reign & Shine”.

Chansons les plus populaires [artist_preposition] Mahotella Queens

Autres artistes de African music