Masibambaneni
Bantu bakithi
Masibambaneni
Sibe njengamanzi olwandle
Siyeke ukubizana
Ngezinhlanga
Ngoba ibala liyafana
Ngaphandle komlungu
Yena omhlophe
Kodwa igazi liyafana
Umhlaba wonke uyalwa
Izwe limi ngothi
Ngabe kwenzenjani na
Kwenzenjani na
Abantu sebephenduke izilwane
Umhlaba wonke uyalwa
Izwe limi ngothi
Ngabe kwenzenjani na
Kwenzenjani na
Abantu sebephenduke izilwane
People of the world
Let us unite
Let us not be divided by colour
We are all God's creation
Let us unite and be one nation
Divided we fall
Together we stand
People of the world
Let us unite
Lets us not be divided by colour
We are all God's creation
Let us unite and be one nation
Divided we fall
Together we stand
Umhlaba wonke uyalwa
Izwe limi ngothi
Ngabe kwenzenjani na
Kwenzenjani na
Abantu sebephenduke izilwane
Masihloniphane
Siyeke
Ukubizana
Ngezizwe
Ngob'inhlonipho
Yakh'ubumbano
Nenzondo izophela siphilisane
Ngoxolo